You are on page 1of 1

Ukushayelwa kwezimoto abantu abancane noma abantu abangaphansi kweminy aka ewu 18

kumele kujeziswe ngomthetho wenkantolo?

Ngicabanga ukuthi izingane ezincane akulungile zishayele, ngakho akufanele kuvunyelwe nokuthi uma
ungenazo izincwadi akumele uthinte isondo lokushayela. Intsha eningi eseminyakeni engaphansi
icabanga ukuthi kulungile ukushayela ingakhulile kodwa akunjalo. Iminyaka esemthethweni yokushayela
eNingizimu Afrika yiminyaka eyishumi nesithupha kuya kweyishumi nesikhombisa.

Ngisho nabafundi banazo izincwadi zokushayela.Ngakho-ke, uma ingane yakho ineminyaka engaphansi
kweshumi nesishiyagalombili ubudala futhi ibanjwe ishayela imoto ngaphandle kwelayisensi yokufunda,
uma kunjalo, uyojeziswa ngaphansi kwesigaba 199A soMthetho Wezimoto, 1988. Izingozi eziningi
zenzeke ezinganeni ezingaphansi kweminyaka yobudala. ukushayela okuholele ezingozini ezinyantisayo.
Abanye abazali empeleni bayakuvumela lokhu kuziphatha okudumazayo nokushaqisayo.

Intsha ibiyiqembu elikhulu kunawo wonke elibikwe njengelithikamezekile ngesikhathi sezingozi


ezibulalayo ngo-2015, ngokusho kwe-National Highway Traffic Safety Administration.Yingakho intsha
idinga imfundo engaphezu kwemithetho eyisisekelo yomgwaqo.

Sengiphetha ngicabanga ukuthi uma ibhungu libanjwa lishayela imoto lingenaso isipiliyoni kanye
nelayisensi kumele liboshwe ligqunywe ejele lezingane ngoba ziningi izingozi ezenzekile ngenxa
yotshwala obushayela izingane ezincane. Ngakho yebo ukushayelwa kwezimoto abantu abancane noma
abantu abangaphansi kweminyaka ewu 18 kumele kujeziswe ngomthetho wenkantolo.

You might also like