Professional Documents
Culture Documents
Inkondlo
Inkondlo
INDIKIMBA
UMOYA
Isimo imbongi ekuso ngenkathi ibhala inkondlo. Lokhu kungavezwa imizwa nemicabango
yembongi okugqanyiswa amagama ewasebenzisile ngenkathi ibhala inkondlo. Imbongi
ingabhala ngomuzwa owodwa noma ibe nemizwa exubile enkondlweni eyodwa. Kungenzeka
imbongi iveze imizwa efana nalena elandelayo: umuzwa wokujabula, wokuncenga, wothando,
UMLAYEZO
Ø Ukudlulisa ulwazi
Ø Ukuxwayisa
Ø Ukuqwashisa
UKUXHUMANA
Ukusetshenziswa kwamagama/ isiqu noma umsuka ofanayo emgqeni emibili noma ngaphezulu
elandelanayo ngenhloso yokugqamisa umqondo othile enkondlweni. Sinezinhlobo ezine
zokuxhumana ezidalwa ukuthi amagama afanayo asetshenziswe kanjani emigqeni yenkondlo.
Imbongi isebenzisa ukuxhumana ukuletha umgqumo omnandi enkondlweni Kanye
wenkondlo.
IMVUMELWANO
Izinhlobo zemvumelwano
Ø Imvumelwano siqalo
Ø Imvumelwano maphakathi
Ø Imvumelwano sigcino
ISIGQI
Siqonde umgqumo olethwa umoya kanye nomqondo wenkondlo. Isigqi sakhiwa ukuhleleka
kwemisindo namagama, ubude bemigqa, ukuvuleka nokuvaleka kwemigqa, ubude
nobufushane bemigqa kanye nezimpawu zokuloba. Ngakho-ke singasho ukuthi isigqi sidalwa
izinto eziningi enkondlweni. Isigqi senkondlo singashesha noma sinense. Isibonelo: inkondlo
enesigqi esinensayo kuvame ukuba kube yinkondlo yosizi kanti uma isigqi sishesha kusuke
I-ENJAMBAMENTI
Umugqa oba nomqondo ophelela emgqeni olandelayo. Lo mugqa uvamise ukuba ungabi nalo
uphawu lokuloba emgqeni ongenhla, lolu phawu luze lutholakale emgqeni olandelayo. IEnjambamenti ingaba yimigqa emibili elandelayo noma
engaphezulu.
ISIZURA/ISIKHAWU
umbuzi, umbabazi njl. Yilapho imbongi isuke ibala, ihlukanisa izinto ngokuhleleka kwazo noma
IFANAMSINDO
omnandi ozwakala samculo kanye nokugcizelela okuthile okusuke kwethulwa yimbongi kulowo
Ifanankamisa- Ukufana konkamisa abaningana emgqeni owodwa.Ifanangqwaqa- Ukufana kongqwaqa abaningana emgqeni owodwa.
AKASEKHO (Inkondlo
1Besinaye MANJE-
3Unyamalele!
4Kuthiw' akagoduke,
5UGODUKILE!
6Akasekho …
7 Besinaye MANJE;
8 Uhambile.
9Kazi ngizomtholaphi?
10Kazi ngizomthungathaphi?
12Besinaye MANJE;
13Ngokunyazima kweso
14AKASEKHO:
15UHAMBILE,
17HAMBA, Mbalenhle:
18Ungakhohlwa YIMI!
19Hamba Ntombenhle;
20Ungikhumbul' emsingeni,
26AKASEKHO?
30Ngithathekile; Ngithathekile
31SENGIYALANDELA
32Angisekho ngempela:
33Lutho! KANGISEKHO!