Professional Documents
Culture Documents
Othandekayo...
Ingabe uye wafelwa othile
omthandayo?
Uselusizi yini namanje?
Uyaludinga yini usizo lokubhekana
nosizi lwakho?
Likhona yini ithemba ngabafileyo?
Uma likhona, liyini?
Singaqiniseka kanjani?
Akunakuba Iqiniso!
I KHASI 3
Kungokwemvelo
Yini Ukuzizwa Ngale Ndlela?
I KHASI 7
Ubaba othile eBarcelona (eSpain) uyabhala: thu wayesefile. Wayebulawe ukopha ebuchosheni.
Eminyakeni yawo-1960 eSpain, sasiwumkhaya UPaquito wafa eminyakeni engu-30 edlule. Ngi-
ojabulayo. Kwakukhona uMar a, umkami, nezinga- sho noma kunjalo, sisezwa ubuhlungu obujuli-
ne zethu ezintathu, uDavid, uPaquito, no-Isabel, be- le ngalokho kulahlekelwa. Ngeke kwenzeke ukuba
neminyaka engu-13, 11 nengu-9. abazali bafelwe ingane kodwa bangezwa ukuthi ba-
Ngolunye usuku ngo-March 1963, uPaquito wa- lahlekelwe okuthile okungokwabokungakhatha-
fika ekhaya ephuma esikoleni ekhala ngezinhlu- liseki ukuthi side kangakanani isikhathi esesadlula
ngu ezinkenkethayo zekhanda. Savele sadideka nje noma zingaki ezinye izingane abanazo.
ukuthi zibangelwa yinikodwa ukudideka aku- Lokhu okuhlangenwe nakho okubili, lapho aba-
thathanga sikhathi. Ngemva kwamahora amatha- zali belahlekelwa izingane, kubonisa ukuthi liju-
ehlanganise amazinyo athi, Ungalokothi ukhale! ndodana yayo u-Amnoni, eyabulawa. Eqinisweni,
Angikhumbuli noma umama wake wasiqabula yini yakhala ngokukhala okukhulu kakhulu. (2 Samu-
noma wasigona thina zingane (sasibane). Ngangi- weli 13:28-39) Yaze yalusizi ngisho nangokulahle-
neminyaka engu-56 lapho ngibona ubaba efa. Nga- kelwa yindodana yayo engathembekile u-Abisalo-
zizwa ngilahlekelwe kakhulu. Kodwa ekuqaleni, mu, eyayizame ukuketula ubukhosi bayo. Ukula-
angikwazanga ukukhala. ndisa kweBhayibheli kusitshela ukuthi: Yayisida-
Kwamanye amasiko, abantu bayiveza obala imi- buka kakhulu inkosi [uDavide], yakhuphukela eka-
zwa yabo. Kungakhathaliseki ukuthi baneme noma melweni elingaphezu kwesango, yakhala; isaha-
badabukile, abanye bayayazi indlela abazizwa nga- mba yathi: Hhawu, ndodana yami Abisalomu, ndo-
yo. Ngakolunye uhlangothi, kwezinye izingxe- dana yami, ndodana yami Abisalomu! Sengathi nga
nye zomhlaba, ngokuphawulekayo enyakatho Yu- ngifile esikhundleni sakho, Abisalomu, ndodana
rophu naseBrithani, abantu, ikakhulukazi amado- yami, ndodana yami! (2 Samuweli 18:33) UDavi-
da, baye bafundiswa ukufihla imizwa yabo, ukuci- de walila njenganoma yimuphi ubaba ovamile. Fu-
ndezela imizwelo yabo, badle imihlathi, futhi bafe- thi kukangaki abazali befisa sengathi nga kufe bona
le ngaphakathi. Kodwa uma ulahlekelwa othande-
esikhundleni sezingane zabo! Kubonakala kunge-
kayo, ingabe ngandlela-thile akulungile yini ukulu-
khona okwemvelo ukuba ingane ife ngaphambi ko-
veza obala usizi? IBhayibheli lithini?
mzali.
ukuthi wayenza iphutha. Ngakho lapho umngane phela ngaphandle imizwelo. Ukudedela imizwa ya-
kaMike elahlekelwa umkhulu wakhe, uMike wa- kho kungaqeda ukucindezeleka ongaphansi kwa-
yekwazi okwakudingeka akwenze. Uthi: Eminya- kho. Indlela yemvelo yokuveza imizwelo yakho,
keni embalwa edlule, ngangiyommbambatha ehlo- uma ihambisana nokuqonda nokwaziswa okuqo-
mbe ngithi: Yiba yindoda. Manje ngambamba nge- ndile, ikwenza ukwazi ukubheka imizwa yakho
ngalo ngathi, Zizwe nganoma iyiphi indlela okuthi ngombono ofanele.
zizwe ngayo. Kuzokusiza ukuba ubhekane nakho. Yiqiniso, abantu abalubonisi usizi ngendlela efa-
Uma ufuna ngihambe, ngizohamba. Uma ufuna ngi- nayo. Futhi izici ezinjengokuthi lo muntu othande-
hlale, ngizohlala. Kodwa ungesabi ukuveza indlela kayo ufe ngokuzuma noma ufe esegule isikhathi
ozizwa ngayo. eside zingase zithinte indlela abasabela ngayo ngo-
UMaryAnne naye wazizwa ecindezeleka ukuba komzwelo abasele. Kodwa kunento eyodwa ebona-
ayibambe imizwa yakhe lapho kufe umyeni wakhe. kala iyiqiniso: Ukucindezela imizwa yakho kungaba
abhekane nesimo lapho kushona unina. Uyakhu- Ukubhekana Nomuzwa Wokuba Necala
mbula: Umngane wami wayezenza atholakale la- Njengoba kubonisiwe ngaphambili, abanye baba
pho ngimdinga. Wayekhala nami. Axoxe nami. Nga- nomuzwa wecala ngemva kokufelwa othandekayo.
ngimane ngiyiveze imizwelo yami futhi lokho kwa- Lokhu kungasisiza siqonde ukuthi kungani indoda
kubalulekile kimi. Kwakungadingeki ngizizwe ngi- ethembekile uJakobe yaba lusizi ngokujulile lapho
namahloni ngokukhala. (Bheka eyabaseRoma 12: ikhohliswa ngokuthi indodana yayo uJosefa yayi-
15.) Akudingeki futhi uzizwe unamahloni ngezi- bulawe isilwane esibi. UJosefa wayethunywe uJa-
nyembezi zakho. Njengoba sesibonile, iBhayibheli kobe uqobo lwakhe ukuba ayohlola inhlalakahle
ligcwele izibonelo zamadoda nabesifazane bokholo yabafowabo. Cishe uJakobe wahlushwa imizwa ye-
kuhlanganis e noJes u Kristua bakha la obal a cala, enjengokuthi Ngimthumeleni yedwa uJosefa?
ngenxa yokuba lusizi bangaba namahloni ngakho. Ngimthumeleni endaweni egcwele izilwane zase-
Genesise 50:3; 2 Samuweli 1:11, 12; Johane 11: ndle?Genesise 37:33-35.
33, 35. Mhlawumbe unomuzwa wokuthi ukuyekelela
Ungase uthole ukuthi imizwelo yakho izoke itha- kwakho okuthile kube nengxenye ekufeni kotha-
the isikhathi ingaqondakali. Izinyembezi zingase zi- ndekayo wakho. Ukuqaphela ukuthi ukuba nomu-
zigelezele nje kungonakele lutho. Omunye umfelo- zwa wecalakungakhathaliseki ukuthi ungowoqo-
kazi wathola ukuthi ukuyothenga esitolo (into aye- bo noma uyacatshangelwakuyindlela evamile yo-
vame ukuyenza nomyeni wakhe) kwakumkhalisa, kusabela osizini kungaba usizo ngokwako. Nalapha
ikakhulukazi lapho ethatha izinto ezaziyintandoka- futhi, ungabi nomuzwa wokuthi kufanele uyigcine
zi yomyeni wakhe, ngenxa yenjwayelo. Zibekezele- kuwe imizwa enjalo. Ukukhuluma ngokuthi uzizwa
le. Futhi ungabi nomuzwa wokuthi kufanele uziba- unecala kanjani kungaba yindlela edingekayo yo-
mbe izinyembezi. Khumbula, zingezemvelo futhi zi- kukhipha usizi.
yingxenye edingekayo yokuba lusizi. Nokho, qaphela ukuthi kungakhathaliseki uku-
hembela kubangane: Unganqikazi ukuvumela Qaphela ukusebenzisa imithi noma uphuzo olu-
T abanye bakusize uma becela futhi uludinga nge-
mpela usizo oluthile. Yazi ukuthi kungase kube indlela
dakayo ukuze ubhekane nosizi okulo: Noma ikuphi
ukuba ngcono okwenziwa izidakamizwa noma uphuzo
yabo yokukubonisa indlela abazizwa ngayo; mhlawu- oludakayo kungokwesikhashana uma kukhona. Imithi
mbe abazi ukuthi bathini.IzAga 18:24. kufanele isetshenziswe ngaphansi kokuqondisa kuka-
dokotela. Kodwa qaphela; izinto eziningi ziyalutha.
Nakekela impilo yakho: Ukuba lusizi kungakucoba
Ngaphezu kwalokho, zingase zibambezele inqubo yo-
amathambo, ikakhulukazi ekuqaleni. Umzimba wakho
kuba lusizi. Isazi sezifo siyaxwayisa: Le nhlekelele ku-
udinga ukuphumula okwanele, ukuvivinywa okune-
fanele ibekezelelwe, izwiwe futhi ekugcineni yamuke-
mpilo nokondliwa okufanele kunanini ngaphambili.
lwe kodwa ukuyivimba ngokungafanele ngokugxisha
Ukuhlolwa udokotela womkhaya ngezikhathi ezithile
[umuntu] ngemilaliso kungase kuyenze ithathe isikha-
kungafaneleka.
thi eside le nqubo noma kuyihlanekezele. Impumuzo
Zihlehlise izinqumo ezinkulu: Uma kungenzeka, li- ehlala njalo uyoyithola ngokuzindla ngezinjongo ezi-
nda okungenani isikhathi esithile kuze kube yilapho nhle zikaJehova.IHubo 1:2; 119:97.
usukwazi ukucabangisisa ngaphambi kokunquma uku-
thi uyidayise yini indlu yakho noma ushintshe umsebe- Phindela esimisweni esivamile: Ekuqaleni kungase
nzi. (IzAga 21:5) Omunye umfelokazi ukhumbula uku- kudingeke uzihudule uye emsebenzini, uyothenga
thi ezinsukwini ezimbalwa ngemva kokufa komyeni noma wenze eminye imisebenzi. Kodwa ungase uthole
wakhe, waphana ngezimpahla zomyeni wakhe ezini- ukuthi indlela isimiso sakho esivamile esihleleke ngayo
ngi. Kamuva, waqaphela ukuthi wayephane ngezinto iyokusiza kakhulu. Zigcine umatasa ngemisebenzi yo-
eziyisikhumbuzo somyeni wakhe ezaziyigugu kuye. buKristu.Qhathanisa neyoku-1 Korinte 15:58.
Zibekezelele: Ukuba lusizi kuvamise ukuthatha isi- Ungesabi ukuvumela usizi olunamandla ludlule:
khathi eside kunokuba abantu beqaphela. Izinto zami- Nakuba kungase kuzwakale kungavamile, abanye
nyaka yonke ezikukhumbuza ngomufi othandekayo zi- abantu abashonelwe bayesaba ukuvumela usizi oluna-
ngase zivuse amanxeba. Izithombe ezikhethekile, mandla ludlule, bekholelwa ukuthi lokho kungase
izingoma, ngisho namaphunga athile kungakuhlenge- kubonise ukuthi uthando lwabo ngomufi luyaphela.
zelisa izinyembezi. Okunye ukuhlola okungokwesaye- Lokho akulona neze iqiniso. Ukuvumela ubuhlungu
nsi ngokushonelwa kwayichaza kanjena inqubo yosizi: budlule kuvula indlela yezinkumbulo eziyigugu oku-
Abashonelwe bangase bashintshe ngokuphawulekayo ngangabazeki ukuthi uyohlale unazo.UmShumayeli
nangokusheshayo besuka kwesinye isimo beya kwesi- 3:1, 4.
nye, futhi ukugwema izinto ezibakhumbuza umufi ku-
Ungakhathazeki ngokweqile: Ungase uzithole ukha-
ngase kushintshane nokuzihlakulela ngamabomu izi-
thazekile uthi, Sengizoba umtshingo ubethwa ubani
nkumbulo okungathatha isikhathi esithile. Khumbula
manje? IBhayibheli liseluleka ukuba sibhekane nezimo
izithembiso zikaJehova eziyigugu.Filipi 4:8, 9.
zosuku ngalunye. Ukuphilela usuku nosuku kungisiza
Babonelele abanye: Zama ukubabekezelela abanye. ngempela, kuchaza omunye umfelokazi. UJesu wathi
Khumbula ukuthi kunzima ngabo. Njengoba bengazi kubafundi bakhe: Ningalokothi nikhathazeke ngosuku
ukuthi bathini, bangase basho into engalungile benga- olulandelayo, ngoba usuku olulandelayo luyoba nezalo
nakile.Kolose 3:12, 13. izinkathazo.Mathewu 6:25-34.
athi: Sengikucabangile on gan gisiza n gakho? sineke nangozwela ngaphandle kokuba nomuzwa
Akuvamile. Kusobala ukuthi kungase kudingeke wokuthi kudingeka unikeze izimpendulo noma
sithathe isinyathelo kuqala uma ngempela sifuna amakhambi. Bavumele bakhulume noma yini aba-
ukusiza nokududuza ososizini. funa ukuyihlanganyela nawe.
Isaga seBhayibheli sithi: Izwi elikhulunywa- Nikeza isiqinisekiso: Baqinisekise ukuthi benze
yo ngesikhathi esiyiso linjengama-apula asezitshe- konke abebengakwenza (noma usho noma yikuphi
ni zesiliva. (IzAga 15:23; 25:11) Kuwukuhlakani- okunye okwaziyo ukuthi kuyiqiniso futhi kuya-
pha ukwazi ukuthi yini ongase uyisho nokuthi yini kha). Baqinisekise ngokuthi indlela abazizwa nga-
okungafanele uyisho, nokuthi yini okufanele uye- youkudabuka, intukuthelo, umuzwa wokuba ne-
nze nongafanele uyenze. Nakhu ukusikisela oku- cala, noma eminye imizweloingase ingabi neze
mbalwa okungokomBhalo abanye abantu abasho- engavamile. Baxoxele ngabanye obaziyo abalulama
nelwa abakuthole kuwusizo. ngempumelelo ekulahlekelweni okufana nokwabo.
Amazwi amahle anjalo ayimpiliso emathanjeni,
Okufanele Ukwenze . . . kusho izAga 16:24.1 Thesalonika 5:11, 14.
Lalela: Shesha ngokuphathelene nokuzwa, ku- Zenze utholakale: Zenze utholakale, hhayi nge-
sho uJakobe 1:19. Enye yezinto eziwusizo kakhu- zinsuku ezimbalwa zokuqala nje kuphela lapho
lu ongayenza iwukuzwelana nomuntu oshonelwe abangane abaningi nezihlobo besekhona, kodwa
ngokulalela. Abanye abantu abashonelwe bangase nangemva kwezinyanga ezithile lapho abanye se-
badinge ukuxoxa ngothandekayo wabo ofile, nge- bebuyele esimisweni sabo esivamile sokuphila. Uma
ngozi noma ebulewe yisifo, noma ngendlela abazi- wenze njalo uzibonakalisa ungumngane weqiniso,
zwa ngayo selokhu efile. Ngakho-ke buza: Unga- uhlobo lomngane olusiza umngane walo ngezikha-
thanda yini ukuxoxa ngakho? Mabazinqumele. thi zokuhlupheka. (IzAga 17:17) Abangane bethu
Lapho enye insizwa ikhumbula ukufa kukayise, ya- babeqikelela ukuthi senza okuthile ngezikhathi za-
thi: Kwakungisiza ngempela uma abanye bebu- ntambama ukuze singachithi isikhathi esiningi si-
za okwakwenzekile bese belalelisisa. Lalela nge- sodwa ekhaya, kuchaza uTeresea, owafelwa inga-
kulungeli: Singase sibe nomuzwa wokuthi ku- mva kokunikezwa ingubo ende kaJosefa eyayini-
ngaba ngcono balahle izinto ezibakhumbuza umu- ndwe igazi, uJakobe walilela indodana yakhe izi-
fi ngoba ngandlela-thile zenza usizi ludonse isi- nsuku eziningi. Onke amadodana akhe nawo onke
khathi eside. Kodwa isisho sesiNgisi esisho uku- amadodakazi akhe asuka ukuyomduduza, kepha
thi Khohlwa osekudlulile singase singasebenzi la- wala ukududuzwa.Genesise 37:31-35.
pha. Umuntu oshonelwe angase athande ukunga- Ungasho ukuthi, Ningabuye nimthole omu-
sheshe amkhohlwe umufi. Khumbula incazelo ye- nye umntwana: Kwakungicasula ukuzwa aba-
Bhayibheli yendlela inzalamizi uJakobe eyasabela ntu bengitshela ukuthi ngingayithola enye inga-
ngayo lapho ikhohliswa ngokuthi indodana yayo ne, kukhumbula umama owafelwa ingane yakhe.
encane uJosefa yayibulawe isilwane sasendle. Nge- Kungenzeka banezisusa ezinhle, kodwa kumzali
Ngangimkhumbula kakhulu. Njengoba ngangifundi- lunga. Futhi ngaleso sikhathi, abantu bayobe bene-
swe ukuthi usezulwini, ngafuna ukuzibulala ukuze themba lokujabulela impilo ephelele, futhi ngeke ba-
ngibe naye. Wayengumngane wami omkhulu. phinde bafe. Abanye bangathi, Kodwa iphupho nje
Kubonakala kungokungafanele ngempela ukuba lelo!
ukufa kube namandla okuthatha othile omthanda- Kungadingekani ukuze wenziwe ukholwe ukuthi
yo. Futhi lapho kwenzeka, umcabango wokuthi nge- leli themba liqinisekile? Ukuze ukholelwe esithembi-
ke uphinde ukwazi ukukhuluma nokuhleka naye, sweni esithile, kungadinga uqiniseke ukuthi lowo
noma ukumbamba othandekayo kungaba nzima ka- osenzayo uzimisele futhi unamandla okusigcwalisa.
khulu ukubhekana nawo. Lobo buhlungu abuqedwa Ubani-ke othembisa ukuthi abafileyo bayophinde ba-
nje ukutshelwa ukuthi othandekayo wakho uphezu- phile?
lu ezulwini.
Entwasahlobo ka-31 C.E., uJesu Kristu wathembi-
Nokho, iBhayibheli linikeza ithemba elihluke ka- sa ngesibindi: Njengoba nje uYise evusa abafileyo fu-
khulu. Njengoba sesibonile ngaphambili, imiBhalo thi ebaphilisa, kanjalo neNdodana iyabaphilisa labo
ibonisa ukuthi kungenzeka ukuba esikhathini esi- efuna ukubaphilisa. Ningamangali ngalokhu, ngoba
ihora liyeza lapho bonke abasemathuneni ayisikhu-
mbuzo beyozwa khona izwi layo [likaJesu] futhi ba-
Isihe sikaJesu lapho evusa uLazaru phume. (Johane 5:21, 28, 29) Yebo, uJesu Kristu
sabonisa isifiso sakhe esinamandla sokuqeda
umonakalo obangelwe ukufa wathembisa ukuthi izigidi ezifile manje ziyophinde
ziphile kulo mhlaba futhi zibe nethemba lokuhlala
kuwo phakade ngaphansi kwezimo zokuthula neze-
ngekude esizayo uphinde ube nothandekayo wakho pharadesi. (Luka 23:43; Johane 3:16; 17:3; qhathani-
owafa, hhayi ezulwini elingaziwa kodwa khona la- sa neHubo 37:29 noMathewu 5:5.) Njengoba kungu-
pha emhlabeni ngaphansi kwezimo zokuthula noku- Jesu owenza lesi sithembiso, kungcono ukuphetha
Ihora liyeza lapho bonke abasemathuneni kimi, ngisho noma efa, uyophila.Johane 11:
ayisikhumbuzo beyozwa khona izwi layo 20-25.
futhi baphume, labo ababenze izinto ezinhle Lapho uJesu efika ethuneni, wayala ukuba kusu-
baphumele ovukweni lokuphila.Johane 5: swe itshe elalivale umnyango walo. Kwathi esetha-
28, 29. ndaze ngokuzwakalayo, wathi: Lazaru, phuma!
Johane 11:38-43.
Eqinisweni, uma uvuma ukuthi uNkulunkulu ni ukuthi ubesondelene kangakanani naye ngokom-
kweni. Nasi isibonelo: Umuntu angase asebenzise Isihawu sikaJesu esisuka enhliziyweni lapha sibo-
i-video aqophe amazwi akhe okugcina ngokuqonde- niswa amagama amathathu: wabubula, wakha-
ne nefa lakhe, bese kuthi uma esefile, izihlobo za- thazeka, wakhala izinyembezi. Amagama olimi
khe nabangane zikwazi ukumbona futhi zimuzwe lokuqala asetshenziswa ekulobeni lesi senzakalo esi-
sengathi kungokoqobo lapho echaza ukuthi impa- thinta inhliziyo abonisa ukuthi uJesu wayethinteke
hla yakhe ufuna iphathwe kanjani. Eminyakeni eyi- ngokujulile ngokufa komngane wakhe othandekayo
khulu edlule, into enjalo yayingacatshangwa kwaku- uLazaru nokubona udadewabo kaLazaru ekhala ka-
catshangwa. Futhi kwabanye abantu manje abahla- ngangokuthi amehlo aKhe agcwala izinyembezi.1
s
150610
we-ZU