You are on page 1of 4

AMALUNGISELELO ESIFUNDO (Lesson Plan)

 Uthisha kumele enze amalungiselelo (awabhale phansi) ngaphambi kokungena ekilasini athule isifundo.
 Amalungiselelo esifundo abhalwe phansi awubufakazi bokuthi uthisha uzofundisa kumbe ufundisile.
 Ayasiza futhi ngokuthi uma uthisha ehlangabezana nenkinga, angabe esakwazi ukungena ekilasini, loyo ongase ambambele uzokwazi
ukuthi yini ebizokwenziwa ekilasini.
 Amalungiselo esifundo kumele ethulwe kwiNhloko yomNyango ngaphambi kokwethulwa kwesifundo.
 Ngokwe-CAPS amalungiselelo esifundo kumele kube awomjikelezo wamasonto amabili. (Ngamanye amazwi umjikelezo wamasonto amabili
uyisifundo esisodwa)

 Nazi izihlokwana ezibalulekile emalungiselelweni esifundo:


 Ibanga isib. Ibanga 6
 Isifundo isib. IsiZulu
 Ileveli isib. Ulimi Lwasekhaya
 Ingqikithi yesifundo Isib; Ezemvelo
 Amasonto Isib. Ithemu yoku-1 amasonto 1 & 2
 Amakhono olimi womane
 Ubude besikhathi (ikhono ngalinye)
 Izinsizakufundisa ezizosethenziswa uma sekwethukwa isifundo
 Okuzokwenziwa uthisha ngesikhathi ethula isifundo
 Okuzokwenziwa abafundi ngesikhathi kwethulwa isifundo
 Ukuhlola ukuthi abafundi basiqondile yini isifundo
 Ukumbandakanya amazinga ahlukene emiqondo yabafundi (expanded opportunities)
 Ukuzihlola kukathisha (Teachers Reflection). Uthisha uyabheka ukuthi isifundo sakhe sibe yimpumelelo yini,
AMALUNGISELELO ESIFUNDO- UMJIKELEZO WAMASONTO AMABILI
IBANGA: ISIFUNDO: ILEVELI:
AMASONTO: INGQIKITHI: USUKU---------- KUYA--------------

UKULALELA NOKUKHULUMA UKUFUNDA NOKUBUKELA UKUBHALA NOKWETHULA IZAKHIWO NEZIMISO ZOLIMI

UBUDE BESIKHATHI
AMAHORA AMA-2 AMAHORA AMA-5 AMAHORA AMA-4 IHORA ELI-1

IZINSIZA KUFUNDISA

OKUZOFUNDISWA
IZIHLOKO

OKUZOKWENZIWA
UTHISHA

OKUZOKWENZIWA
ABAFUNDI
UKUDIDIYELA
IZAKHIWO NEZIMISO
ZOLIMI

UKUHLOLA

IZINHLOBO
ZABAFUNDI
EZIHLUKENE

UKUZIHLOLA
KUKATHISHA
ISIGNESHA KATHISHA -------------------- USUKU:------------------------- ISIGNESHA YENHLOKO YOMNYANGO :----------------------------------- USUKU :--

You might also like