You are on page 1of 3

ISIBONELO: ITHEMU YESI- 2

IBANGA LOKU 1: IZIBALO

UKUHLOLA KOKUXILONGA

Igama: ___________________________________________________________

Ikilasi: __________________________Usuku: _______________________

Isikole: _____________________________ Uthisha: _____________________

Ingxenye yoLwazi Amamaki


Imibuzo
(Ukwakha inombololo mqondo) omfundi
Izinombolo, Izimpawu kanye
Nobudlelwano kuxhunyaniswe
kanye 1, 2, 3, 4, 5, 6, 7, 8, 9
Namaphethini, Ukuxhumana kanye
ne Aljibhra kanye neNdawo neSimo

ISAMBA samamaki ayi-10

Amanothi kathisha.

A. Ukuhlola kokuxilonga kungasingathwa kumfundi ngamunye noma eqoqweni


labafundi okungenani abayi - 6 ngesikhathi.
B. Nikeza izinsiza ezidingakalayo ezingasetshenziswa ngabafundi.
C. Nikeza imiyalelo ecacile.
D. Vumela umfundi ukuthi, adwebe, axoxe ngakucabangayo kanye nokuphendula
okusezingeni.
E. Bhala okuphawulekayo/ wenze amanothi ngezimpendulo umfundi azinike
ngomlomo.
F. Qiniseka ukuthi umfundi akakopeli.
Nikeza imaki eli-1/ ama-2 ngempendulo ngayinye njengokwbiwa kwamamaki.

1. Kungaki? Kokelezela inombolo ebaliwe emgqeni wezinombolo, ngezansi. (1)

2. Hlela lezinombolo uqale ngenkulu kakhulu. (1)

3. Qedela. (1)

4. Yini eyenza okuyi-6?


(1)
6
6

noku

2024 Exemplar isiZulu Gr1 Term 2 Maths Diagnostic Assessment Page 2


5. Landela iphethini bese udweba amabhuloki anciphe ngoku-2 ngaphezu kwamabhuloki ama-3.
(1)

6. UBusi unamapheya ama-3. Udle ama-2. Kusele amapheya amangaki? (1)

Bhala umusho wenombo:

7. Thikha () kokuthatha isikhathi eside. Beka uphawu (×) kokuthatha isikhathi esifushane. (2)

8. Kokelezela amaqoqo ama-2 okuthathu.


(1)

9. Izingane ezintathu zigibele amabhayisikili, kunelilodwa ngaphezulu.


Mangaki amasondo amabhayisikili.

Khombisa ukuqonda kwakho. (1)

Isamba samamaki: 10

2024 Exemplar isiZulu Gr1 Term 2 Maths Diagnostic Assessment Page 3

You might also like