You are on page 1of 4

VOWEL VERBS

esaba fear akha build osa roast

eba steal ala refuse onga save

enza make/do

elapha help

Subject Concord/Link changes with vowel verbs

Uw Ubaba *uenza itiye Ubaba wenza itiye

Iy Indoda *ienza itiye Indoda yenza itiye

A  deleted Amadoda *aenza itiye Amadoda enza itiye

Ba  b Abafundi *baesaba uthisha Abafundi besaba uthisha

Li  l Ikhehla *lionga imali Ikhehla longa imali

Si  s

Zi  z

Bu  b

Ni  n

Ngi  ng

Lu  lw

Ku  kw
Fill in the correct SC

1. Ikhehla ……enza itiye.


2. Mina …..esaba ikati.
3. Abantu …..osa inkukhu.
4. Isela ……eba imali.
5. Thina …..onga amanzi.
6. Amakhosi …..esaba amabhubesi.
7. Intombi …..enza ikhofi.
8. Izingane …..esaba inyoka.
9. Odokotela …..elapha iziguli.
10. Nina …..enza iphutha.
11. UThandi …..akha indlu.
12. Abantu …..elapha inkosi.
13. Induna …..esaba abantu.
14. Umntwana …..onga imali.
15. Wena …..enza itiye?

Humusha ngesiZulu

1. We braai the meat.


2. The thieves steal the car.
3. The people are afraid of lightning.
4. The builders build the homestead.
5. The women are afraid of the animals.
6. Granny is making coffee.
7. The community is saving water.
8. I am afraid of dogs.
9. The nurse helps granny.
10. Are you braaing the vegetables?
11. Are you (plural) helping Thandi?
Answers - Vowel Verbs Handout
The Vowel Verbs

1. Lenza
2. ngesaba
3. Bosa
4. Leba
5. Songa
6. Esaba
7. Yenza
8. Zesaba
9. Belapha
10. Nenza
11. Wakha
12. Belapha
13. Yesaba
14. Wonga
15. Wenza
Humusha

1. (Thina) sosa inyama.


2. Amasela eba imoto./Izigebengu zeba imoto.
3. Abantu besaba umbane.
4. Abakhi bakha umuzi.
5. Amakhosikazi esaba izilwane.
6. Ugogo wenza ikhofi.
7. Umphakathi wonga amanzi.
8. (Mina) ngesaba izinja.
9. Unesi welapha ugogo.
10. (Wena) wosa imifino?
11. (Nina) nelapha uThandi?

BASIC ISIZULU 1A – handout 12

You might also like