You are on page 1of 4

OKWESHUMI NEMINIKELO

Compiled by: Vela Gumede


OKWESHUMI (TITHE - 10%)

 Kuyinto ethatheka kalula emabandleni


 Amanye ayakuchitha ngoba athi kusemthethweni kaMose
 Amanye awakhulumi ngakho.

Kuyini Okweshumi?

 Kuyinxenye uNkulunkulu azibekele yona kukho konke okudaliweyo, noma akunika


abantu.
 Kuyinxenye abantu abayinika uNkulunkulu.

Kwaqalaphi Okweshumi na?

 Kusukela kuGenesis kuya kwiSambulo:


 Genesis 2:2-3, 16-17
 Genesis 3:5, 14-19
 Genesis 1:26
 Genesis 4:26
 Genesis 8:7-8
 Joshua 24:15 & Genesis 12: 1-5 (Uzibekela inxenye yakhe/ okweshumi kwakhe)
 Genesis 19: 15-17
 2Peter 2:7-8

 Okweshumi akusiwona umthetho


 Leviticus 27:30
 Deuteronomy 12:6, 14:22

 Okweshumi akukuletheli ukusindiswa. U-Abraham noJakobe banikela okweshumi emva


kokusindiswa.
 Genesis 14:20, 28:22
 Ongasindisiwe kuyamsinda okweshumi ukuba akukhiphe.

Yingabe kuyisono ukungakhiphi okweshumi na?


 Yebo kuyisono.
Amanzi, utshani,umhlaba, etc kungokukaNkulunkulu, umuntu uyasebenza athole imali.
 Ukungakhiphi okweshumi kufana nokusebenzisa impahla yomuntu uphinde ungabongi.
(imbazo ibuya nenhlafuno)

 1Corinthians 6:19-20, 10:10-12


 Exodus 12:35-36, 25:1-3
 Romans 8:4, 15:4
 Umuntu ukukhipha njalo uma ethola imali okweshumi (ukukhipha ngesikhathi sakho
senhlanhla)
 Genesis 14:20, 28:22, 30:32-34
 Leviticus 27:30
 Okuyimfuyo, okulinywayo, okuyisambatho, okugqokwayo nokuyimali.
Yini umsebenzi wokweshumi?

 Kungukudla endlini kaJehova:


 Malachi 3:10
 Leviticus 6:13
 Exodus 24:1
 Hebrews 5:4
 Numbers 18: 6-10
 Leviticus 2:3, 6:16
 Deuteronomy 18:1-5, 12:8-10, 10:8-10
 Nehemiah 13

 UNkulunkulu akafuni izinceku zakhe zilambe:


 1 Corinthians 9:13-14
 Ephesians 2:17-22

 Linecala ibandla omfundisi(omvangeli) walo elamba noma ebikezela, liyeba lelo bandla,
kuyisono, kuhambisana nesiqalekiso.
 Malachi 3:8-9
 Joshua 7:21-26
 Isaiah 3:16-26
 Ezra 1:1-5
 Haggai 1:1-11

 Akwanele ukukhipha okweshumi kuphela


 Malachi 3:8 (Insindiso ivela kulelo fastela lomnikelo)
 1Corinthians 9:13-14
 1Timothy 5:17-18

 Okweshumi kusindisa imiphefumulo neZulu liyathokoza


 Uma unikela uba nesibusiso sokulondolozelwa izinto zakho (Izimpahla, amaBusiness, etc)
 John 8:31-32
 Malachi 3:10
 Uba nesibusiso sokufakazelwa ngabanye
 Isibusiso sokumthokozelauNkulunkulu
 Philippians 4:2

 UNkulunkulu akakweleti muntu, abantu abamukweletayo.


 Uma uthembekile esikhathini sakho sengcebo nenhlanhla naye uzothembeka kuwe
esikhathini sakho sobunzima
 Uma uqala ukungenisa okweshumi uzoqala ukubusiseka emhlabeni
 1 Peter 5:4
Kuyini ukunikela na?

 Kungukupha umuntu into angayisebenzelanga, engamfanele, ukumupha ngothando


 Matthew 6:1-4
 Psalms 51:15-17
 Romans 12:1-2

 Izimpahla nemizi yethu uma iyiminikelo engahambi ngendlela ayimthokozisi


 Amos 5:21-23

Sinikela Kanjani?

 Sinekela kakhulu
 1Corinthians 9:1-9, 10:2, 5:6-7

Izinhlobo zeminikelo

 Umnikelo oyimpoqo (ukalwe wamiswa uNkulunkulu, ucebile okanye umpofu kumele


uwukhiphe e.g Okweshumi)
 Exodus 30:15-15
 Umnikelo wempi (Battle seed)
 Owesihle (Free will)

 Kuneminikelo uNkulunkulu angayihloniphi:


 Genesis 4:1-7

 UNkulunkulu simdumisa nangomnikelo


 1Chronicles 16:25-29
 Psalms 96:5-9

You might also like