You are on page 1of 4

#GETCOUNTED

U-Statistics South Africa (Stats SA)


uzokwenza uBalo Lwabantu kusukela ngo
Nhlolanja kuya ku Mbasa 2022

#
BAMBA IQHAZA KWI
CENSUS 2022
IMPROVING LIVES THROUGH DATA ECOSYSTEMS
emapaki, emigaqweni, eminyango, phambi
Luyini uBalo Lwabantu na? kwezitolo,eceleni kwemigwaqo, ngaphansi kwamabhuloho,
osebeni lwemifula, ezindaweni zokulahla inkunkuma,
UBalo Lwabantu uhlelo lokubalwa kwalo lonke uluntu lapho ezakhiweni ezishiyiwe nasezimotweni. Ulwazi luyoqoqwa
kubalwa khona bonke abantu abangaphakathi yilabo abaqashwe u-Stats SA ukwenza lomsebenzi.
kwemingcele yezwe, kufaka phakathi nezingane,
abantwana, abantu abangenamakhaya nalabo
abaqhamuka kwamanye amazwe. UBalo Lwabantu Izindawo Ezikhethekile Zokuhlala
luphinde futhi luqoqe imininingwane emayelana nesimo
sezomnotho nezenhlalo yabantu – izimo ezahlukene Zonke izindawo zokuhlala ezikhethekile njengezibhedlela,
abantu abaphila ngaphansi kwazo, ukufinyelela kwizidingo amajele, izikhungo zalabo ababuthaka namahhotela
eziyisisekelo, imali engenayo, njll. zilindeleke ukuhlinzeka uStats SA ngolwazi ngabo bonke
abantu ababekhona kuzo ngobusuku boBalo Labantu,
Ukubalwa kwabantu u-Stats SA usekwenze izikhathi mhlaka 2 ku Nhlolanja 2022. Ulwazi ngabantu
ezintathu kusukela kwaqala intando yeningi: ngo 1996, ngo lunganikezelwa ngokudonsa amafayela abantu noma
2001 nango 2011. Ulwazi oluqoqwa ngesikhathi sokubalwa ngokugcwalisa imibuzo ngohlelo lobuchwepheshe
kwabantu lusetshenziselwa ukuhlela, ukwakhiwa lokuxhumana ngama khompyutha, lokhu kwenziwa yilowo
kwemigomo nokuthatha izinqumo eziphusile. Imiphumela osegunyeni kulesosikhungo noma ngocingo ngokuxhumana
yoBalo Lwabantu iyasetshenziswa futhi njengesisekelo nesikhungo esijutshwe ukubamba izingcingo la kaStats SA.
uma kucanwa izimali kohulumeni basekhaya, Okunye okungenzeka, lowo oqashwe ngu Stats SA ukuqoqa
besifundazwe nokwazwelonke. Lemiphumela ibuye futhi ulwazi uyovakashela leso sikhungo ezoqoqa ulwazi
ihlinzeke omasipala ngolwazi abaludingayo emazingeni ngobusuku boBalo Labantu.
abo ukulisebenzisa kwimihlahlandlela yentuthuko yabo.

Abantu abasendleleni
Obani abazobalwa?
Ukuqoqwa kolwazi kubantu abasendleleni ngesikhathi
Wonke umuntu ongaphakathi kwemingcele yezwe soBalo Labantu kuyokwenziwa ngobusuku boBalo Labantu
iNingizimu Afrika. Lokhu kufaka nalaba abalandelayo: (Mhlaka 2 kuNhlolanja 2022). Lokhu kuyokwenzeka
Ÿ Abantu abasemakhaya abo ejwayelekile (emizini yabo) kuphela ezindaweni ezinjengasemingceleni, izikhumulo
Ÿ Abantu abasezikhungweni zokuhlala ezikhethekile - zemikhumbi, ezikhumulweni zamabhanoyi, ezindaweni
amahhotela, izikhumulo zamabhanoyi, amajele, ezima amaloli ebusuku nasezitobhini zamabhasi. Ulwazi
izibhedlela, njll. luyoqoqwa yilabo abaqashwe u-Stats SA ukwenza lokho.
Ÿ Abantu abangenamakhaya
Ÿ Abantu abasendleleni ngobusuku boBalo Labantu Sicela uqaphele ukuthi iyolandelwa yonke
abangezobuyela ezindaweni zabo zokuhlala imigomo yobhubhane i-COVID-19 uma labo
ezejwayelekile ngakusasa, isib. Abashayeli bamaloli, abaqashwe u-Stats SA ukuqoqa ulwazi
abantu abaphumayo ezweni emuva kwamabili bevakashele amakhaya befike ubuso nobuso.
kobusuku boBalo Labantu.
Ÿ Izivakashi ezichitha ubusuku boBalo ezweni.

Kubuzwa miphi imibuzo kuBalo Labantu?


Luzoqoqwa kanjani ulwazi?
Ubalo Labantu luqoqa ulwazi olumayelana nesimo senhlalo
nezomnotho njengesimo sokuhleleka kwabantu, ukufuduka,
Abantu abasemizini yabo ezempilo, ezemfundo, ezemisebenzi, ezenzalo, ezokufa,
ezezindlu, ezemali engenayo, ezezimpahla zasekhaya
Uyakhetha ukuthi ufuna ukubalwa kanjani. Ungakhetha nemisebenzi kanye nezinto ezithinta ezolimo.
ukuthi uvakashelwe kwakho nguMsebenzi waka Stats SA
oqoqa ulwazi azokugcwalisisa imibuzo esebenzisa
umshinyana ophathwa ngesandla, noma uzigcwalisele Ucwaningo Olwenziwa Emuva
wena ngokwakho usebenzisa ubuchwepheshe be-
khompyutha noma ngocingo, nokuyilapho osebenza ka koBalo Labantu luka 2022
Stats SA ezokuthinta. Yonke imizi nabantu abahlala kuyo
bazobalwa kusukela ngomhlaka 3 kuNhlolanja ku 2022. Njengengxenye yokuhlolisisa ukuthi konke kwenzeke
Kuzodingeka ukuba ubhalise ikhaya lakho ngendlela, u_Stats SA wenza ucwaningo oluzimele olubizwa
ngokuvakashela ikhasi lokubhalisela uBalo Labantu luka 'Post-Enumeration Survey (PES) 2022', okusho ucwaningo
2022 ku: getcounted.statssa.gov.za olwenziwa emuva koBalo Labantu. Lolu cwaningo
luyokwenziwa ezindaweni ezikhethiwe kuphela masinyane
nje uma kuphela uBalo Labantu. Ukuqoqwa kolwazi
Abantu abangenawo amakhaya kuyokwenzeka kusukela ngo Mbasa kuya kuNdasa 2022.
Lolu Cwaningo lubalulekile njengoba lusetshenziswa
Abantu abangenawo amakhaya bayobalwa ngobusuku ukuthola ukuthi uBalo Labantu lukwazile yini ukunemba
nokufinyelela kubantu bonkana. Lolu Cwaningo luzosiza
boBalo Labantu (mhlaka 2 ku Nhlolanja 2022) bebalwa
futhi ukuthola isibalo samakhaya nabantu abafakwe
ngephutha, nabeqekile noma ababalwe kwaze kwaba eliwumbala oluhlaza okotshani, okuwumbala woBalo
ngaphezulu kokukodwa ngesikhathi soBalo Labantu luka Labantu luka 2022. Izithombe nemininingwane
2022. yaBasebenzi baka Stats SA izotholakala futhi
kwisizindalwazi saka Stats SA ukusiza ukuqinisekisa
ubuqiniso ngoMsebenzi. Abantu futhi bangashayela inombo
Ngabe ulwazi lwami luzokwazi yamahhala (0800 110 248) yoBalo Labantu luka 2022
ukuqinisekisa ubuqiniso ngabasebenzi baka Stats SA
ukugcineka luyimfihlo? abakashele imizi yabo. Labo abakhethe ukuphenndula
imibuzo ngocingo nabo bangahlolisisa ubuqiniso
U-Stats SA uthola igunya lokusebenza kumthetho
boMsebenzi waka Stats SA ngokusebenzisa inombolo
wezeZibalo, (Umthetho nombolo 6 ka 1999). Ngokulandisa
yokuzazisa ekhethekile abayoyinikezwa uMsebebenzi waka
kwesigaba 17 salomthetho, ulwazi oluqoqwe kubantu
Stats SA oyobe ebafonelile kulawomakhaya. Abantu
namakhaya abo kufanele lugcinwe luyimfihlo. Ulwazi
bayosebenzisa leyonombolo yokuzazisa ekhethekile
olutholakele kubantu ALUSOZE lwedluliselwa kunoma iyiphi
ukuthola imininingwane yalowo ojutswe ukuzoqoqa ulwazi
inhlangano kahulumeni noma ezimele.
obafonelile ngokuvakashela:
http://www.statssa.gov.za/Fieldworkerverification/home.php
Isigaba 18 (e & g) sibeka ngokusobala ukuthi noma yimuphi
uMsebenzi waka Stats SA otholakala enecala lokwephula
lomthetho uyohlawuliswa isamba semali esingevile ku R10 Ngo Statistics South Africa (u-Stats SA)
000 noma ukubhadla ejele isikhathi esingaye sifike
ezinyangeni eziyisithupha, noma kokubili.
U-Statistics South Africa (Stats SA) ungumnyango
kahulumeni ogunyazekile ngokulandisa komthetho
U-Stats SA akasoze acele ulwazi olumayelana
nemininingwane yakho yasebhange, ukuthi sithini isimo
wezeZibalo ukuqoqa, ukuhlanganisa, ukuhlaziya
sakho sezepolitiki noma akucele ukuthi ukhokhe ukuze nokusabalalisa izibalo ezisemthethweni.
ubambe iqhaza kuBalo Labantu.
Uthi bewukwazi lokhu?
Ngabe kuphoqelekile yini ukubamba Ikhaya lichazwa njengomuntu ongayejwana noma iqeqebana labantu
iqhaza kuBalo Labantu na? abahlala emzini owodwa (noma ingxenye yawo). Empeleni, abantu
abahlala ndawonye bahlanganyele kwizinsiza zokuphila bayikhaya.
Ngokulandisa kwesigaba 16 (2) somthetho wezeZibalo bonke Umuzi yisakhiwo noma yingxenye yesakhiwo noma yiqeqebana
abantu baphoqelekile ukuphendula yonke imibuzo ababuzwa lezakhiwo elihlala noma elakhelwe ukuthi lihlalwe ikhaya elilodwa
yona yilowo ogunyaziwe ngu Stats SA uma becelwa. noma amakhaya angaphezulu kwelilodwa.

Abantu abangenamakhaya lokhu kusho abantu abangenalo noma


hlobo luni lompheme noma ikheli elaziwayo.
Umthetho obizwa 'Protection of Personal
Information Act 04 of 2013 (POPIA )’ Umsebenzi oqashwe ngu-Stats SA ukuqoqa ulwazi umuntu
ovakashela amakhaya noma abantu endaweni ethile yokubala
ngesizathu yokugcwalisa imibuzo ngenhloso yezezibalo.
Isigaba 3 somthetho i- POPI siyacacisa ukuthi lomthetho
kufanele uhunyushwe ngendlela engeke ivimbele noma iyiphi Izikhungo zokuhlala ezikhethekile yilezo yizakhiwo ezihlinzeka
inhlangano kahulumeni noma ezimele ukusebenzisa ngohlobo lwendawo yokuhlala ngokuhlanganyela lapho abantu belala
amandla ayo nokwenza umsebenzi wayo ngokomthetho uma khona, behlukaniswe ubude besikhathi sokuhlala nezinkonzo
lawomandla ayo ehambisana nokusebenza ulwazi lwabantu. ezinikezwa lapho, futhi lezindawo zakhelwe abantu ukuthi
bazisebenzisele izizathu zomsebenzi, ukufunda, izidingo
ezikhethekile, izidingo zezomthetho noma ukuzivocavoca. Isibonelo
sezikhungo zokuhlala ezikhethekileyo yizindlu zamasosha, izindlu
Kwenzakalani uma ngenqaba zamaphoyisa, izindlu zokuhlala abafundi enyuvesi, izikhungo
zokuhlala abantu ababuthakathaka nezibhedlela.
ukubamba iqhaza kuBalo Labantu?
Abantu abasendleleni lokhu kusho abantu abangahleli ndawonye
Kuyicala ukwenqaba ukuphendula imibuzo ocelwa ukuba ngesikhathi sobusuku Lobalo Lwabantu futhi abangezobuyela
uyiphendule ngokulandisa kwesigaba 16 (2), futhi inkantolo ezindaweni zabo zokuhlala ezejwayelekile ngosuku olulandelayo, isib.
yomthetho inokukugweba inhlawulo engaye ifinyelele ku R10 Abashayeli bamaloli, abantu abaphumayo ezweni ngobusuku boBalo
Lwabantu, njalonjalo.
000, ukubhadla ejele isikhathi esingevile ezinyangeni
eziyisithupha, noma kokubili inhlawulo nokubhadla ejele.
Ngolwazi oluthe xaxa, sicela uxhume laba:

Ngingambona kanjani lowo oqashwe u-


Stats SA ukuqoqa ulwazi? Toll-free number: Facebook:
0800 110 248 StatsSA
Abasebenzi baka-Stats SA bangabonakala ngezigqebhezana Website: Twitter:
zabo zokuzazisa ezisemthethweni zaka Stats SA ezinophawu www.statssa.gov.za @statssa
laka Stats SA, isithombe sakhe umsebenzi waka Stats SA
futhi bazobe begqoke iphinifana eligqokwa ngaphezulu Email:
census2022@statssa.gov.za
ABANTU ABANGATHINTWA
ESIFUNDAZWENI

Mpuma Koloni Freddie September e-Mpumalanga Oscar Ndou

#GETCOUNTED
Email address: Email address:
FreddieS@statssa.gov.za OscarN@statssa.gov.za
Tel: 043 707 4900 Tel: 013 762 0000
Cell: 071 681 6419 Cell: 071 608 4771

Freystata Themba Guma eNyakatho Kapa Bonakele Phuzi


Email address: Email address:
thembagu@statssa.gov.za BonakeleP@statssa.gov.za
Tel: 051 412 7503 Tel: 053 802 6800
Cell: 082 888 2259 Cell: 079 510 5004

e-Gauteng Judas Ngobeni eNyakatho Philemon Selemela


Email address: Ntshonalanga Email address:
JudasN@statssa.gov.za PhilemonS@statssa.gov.za
Tel: 011 781 3506 Tel: 018 384 2879
Cell: 082 907 4950 Cell: 082 941 0697

KwaZulu-Natal Gabriel Dlamini eNtshona Koloni Vanessa Wiener


Email address: Email address:
GabrielD@statssa.gov.za VanessaM@statssa.gov.za
Tel: 031 360 0671 Tel: 021 481 5528
Cell: 079 513 7219 Cell: 082 805 6277

e-Limpopo Kgaogelo Mathekga


Email address:
KgaogeloM@statssa.gov.za
Tel: 015 295 3300
Cell: 082 888 2450

You might also like