Professional Documents
Culture Documents
EDUCATION
YIBONI PRIMARY
SCHOOL
The Education Assistant (EA) could assist the teacher in following way:
1|Page
Provides informal tasks/ remedial work/ homework for reinforcement
2|Page
Siyabingelela siphinde siduduze kwabalinyalelwe impahla yabo ngesikhathi
sezikhukhula, ezokuxhumana ziphazamisekile kakhulu ngenxa yemvula. Isikole
sasithembise ukuthi abantwana bazothola imiphumela yabo yeTerm edlule uma
sesivalela impelasonto yePhasika kodwa isimo siyasiphikisa ngenxa
yokuphazamiseka kohlelo lwethu. Imiphumela sizoyikhipha emva kwempelasonto
yephasika. Sicela umntwana nimgcine ekhaya kusukela kusasa(14 April 2022)
bayoze babuye mhlaka (19 April 2022). Siyaxolisa kakhulu lesimo singaphezu
kokwenza kuhle siphephe thina nabantwana bethu. Siyabonga sengathi
ningaphepha ngalempelasonto yePhasika uJehova abe nemindeni yonke
emagumbini amane omhlaba.
3|Page