You are on page 1of 6

IZIGABA ZAMABIZO (NOUN CLASSES) Meinhof

Izigaba Iziqalo zamabizo Izibonelo


zamabizo (noun prefixes) (examples)
(noun
classes)
1 Umu- Umuntu
(ubunye-singular) Umfundi
umzali
Umlandeli
Umufi
Umdlali
umntwana
Umshayeli
Umngani

2 Aba- Abantu
(ubuningi-plural) Abafundi
abazali
Abafundisi
Abantwana
Abafana
Abashayeli
Abashana
Abangani
Abazalwane

1a u- Ugogo
(ubunye-singular) Umama
ubaba
Uthisha
Usisi
Ubhuti
Umalume
uMlondo
uShakira

2a o- Ogogo
(ubuningi-plural) Omama
obaba
Othisha
Odokotela
Omalume
oShakira
oMlondo

3 Umu- Umuzi
(ubunye) Umuthi
Umfula

1
umbhede
Umthunzi
Umshini
Umgodi
Umzimba
Umshanelo
Umthwalo
Umngcwabo

4 Imi- Imishini
(ubuningi/plural) Imithunzi
Imishado
Imibhede
Imithi
Imishanelo
Imithwalo
Imizimba
Imingcwabo
Imigodi

5 I(li)- ili- I(li)tshe/ ilitshe/ itshe


(ubunye) Iziko
izambane
Izwe/ilizwe
Intombazane
Ihhashi
Izwi

6 Ama- Amatshe
(ubuningi) Amaziko
amazambane
Amantombazane
Amazwe
Amazwi

7 Isi- Isinkwa
(ubunye) Isizwe
Isigaba
Isikole
isiZulu
isitha
isisombululo
isikhathi
isitsha
isicathulo
isigxobo

8 Izi- Izinkwa
(ubuningi) Izizwe
izigaba

2
izitsha
izisombululo
izitha
izikole
izikhathi
izicathulo
izigxobo

9 iN- Inkomo
(ubunye) Inja
Imfene
Imfezi
ingane
ingulube
imbongi
inkukhu
inkonzo
Inkanyezi
Indaba
Indawo

10 iziN- IziNkomo
(ubuningi) Izinja
Izimfene
Izimfezi
Izingane
Izingulube
Izimbongi
Izinkukhu
Izinkonzo
Izinkanyezi
Izindaba
Izindawo

11 U(lu)- / ulu- U(lu)thi/uthi


(ubunye) u(lu)fa/ufa
uju
Izinti
izimfa
12
13
14 Ubu- Ubuso
Ubuthongo
Ubuhlungu
Ubusuku
Ubuvila
Ubuhle
Ubuntu
Ubunye
Ubuningi

3
15 Uku- Ukufa
Ukudla
Ukusa
ukuzela

 Gcwalisa leli thebula (Fill in the table)


 Tomula amabizo kanye nezigaba (identify nouns and its classes).
 Bhala iziqalo zamabizo (write noun prefixes)
 Ubunye noma ubuningi (singular or plural)?

1. Umama upheka ukudla.

2. Abafundi babhala amagama.

3. Izingane zidlala ibhola.

4. Othisha baphethe izincwadi.

5. Amabhasi afika ekuseni.

6. Usisi uthosa amazambane.

7. Ingane ihlala nomzali.

Amabizo (nouns) Ubunye noma Isiqalo sebizo Isigaba sebizo


ubuningi? (noun prefix) (noun class)
E.g. Umama Ubunye u- 1a
Ukudla Uku- 15
Abafundi Ubuningi Aba- 2
izingane ubuningi Izi- 8
Othisha ubuningi O- 2a
Amabhasi ubuningi Ama- 6
Usisi ubunye u- 1a
Ingane ubunye iN- 9
Amazambane Ubuningi Ama- 6

Funda lesi sigaba (Read this paragraph).


Zama ukuhumusha lesi sigaba (try to translate this paragraph)

4
Mina Nabangani Bami (translate)

Igama lami nginguThula.


[My name is Thula.]

Mina ngifunda e-Edgewood.


[I study at Edgewood]

Abangani bami bafunda eThusini.


[My friends’ study at Thusini.]

Amagama abo ngu-Amahle noTerry.


[names are Amahle and Terry.]

Sithanda ukudla okungafani.


[

Mina ngithanda amasi, ubhatata nemifino.


[I like …..]

U-Amahle uthanda isinkwa, amaqanda namadumbe.


[Amahle likes ……]

UTerry yena uzithandela amazambane, izindlubu namasaladi.


[Terry likes …..]

Sobathathu sithanda ukudlala ibhola.


[….we like to play ball.]

Gcwalisa ithebula.

5
(add rows if you find more nouns)
Amabizo Isiqalo sebizo Isigaba sebizo
(nouns) (noun prefix) (noun class)
Igama I(li)- Isigaba 5
Abangani Aba- Isigaba 2
Amagama Ama- Isigaba 6
Ukudla Uku- Isigaba 15
Amasi Ama-
Ubhatata
U-Amahle U- Isigaba 1a
Isinkwa Isi- Isigaba 7
Amaqanda Ama- Isigaba 6
UTerry U- Isigaba 1a
Amazambane Ama- Isigaba 6
Izindlubu Izi- Isigaba 8
Ukudala Uku- Isigaba 15
Ibhola I(li)- Isigaba 5
Ithebula I(li)- Isigaba 5

You might also like