Professional Documents
Culture Documents
• Isifingqo –summary
• Iqoqa ---abstract
• Ucwaningo –research
• Ukuhlaziya --to analyse
• Ubuqiniso -reality
• Imininingwane -data
ULIMI :
IZINGCEZU ZENKULUMO
• Usobizo :
1. Ibizo
2. Isabizwana
Ibizo :Igama lento ebonakalayo nengabonakali
Izibonelo : 1.Inja idle amaqanda.
2.Umoya uyavunguza emyango.
3.Umfana ufake izicathulo.
4. Izulu liyaduma. njll
UKWAKHIWA KWEBIZO
• Ibizo lakhiwe izakhi ezimbili ukuze liphelele.
Isiqalo
Isiqu
Umsuka,
Isijobelelo
• Ibizo emshweni.lingaba umenzi noma umenziwa.
• Ibizo linobunye nobuningi, amanye awanawo
ubuningi .Izibonelo …………………….
IZIGABA ZAMABIZO
• Izigaba zamabizo
• Izinciphiso
• Izikhuliso
• Amabizo akhombisa ubulili
IZINHLOBO ZAMABIZO
• Amabizomvama :amagama ajwayelekile.
• Amabizoqoqa : inyanda, umhlambi,ibutho.
• Amabizoqho: abantu, izibongo,izindawo,
izakhiwo,amaphephandaba.njll
• Amabizomuntu: aqanjwa ngomsebenzi umuntu
awenzayo. Uthishanhloko,umtholampilo,umshayeli
• Ibizo nesiphawulo: uninakhulu
• Ibizo nesenzo: gibela umgibeli
AMABIZONTO
Isenzo nebizo lento: dumisa- indumiso
Fihla-imfihlo
Busa-umbuso.
Bhema- umbemi
Sika - umsiki
Bhula – umbhuli
Vuna --umvuni
AMABIZONGXUBE/MBAXA
• Uthishanhloko –ibizo nebizo
• Igejambazo - ibizo nebizo
• Umtholampilo – isenzo nebizo
• Uninakhulu -isenzo nesiphawulo
• Amanzolwlandle
• Untombenhle
• Umfanafuthi
• Ubuhle
• Isidala
• Umphezulu
• Ushwele
• Ubumina
• Ubuwena
• Ubuyena
ISABIZWANA
• Igama elimela ibizo emshweni.
• IZINHLOBO ZEZABIZWANA:
• Isabizwana soqobo, sinesiqu u
na,yena,wena,zona,sona,thina
• Singaqala ngaso emshweni.
• Singalandela ibizo
• Singaba umenziwa
• Singalandela esinye
ISABIZWANA SOKUKHOMBA
• Sikhomba eduze,buqamama, kude.
• Isibonelo: lo,loyo lowaya
SISEBENZA KANJANI
• Singandulela ibizo emshweni
• Singalandela ibizo emshweni
• Singaba inhloko
• Singaba umenziwa
• Singalandela ezinye
ISABIZWANA SENANI
• Sibonakalangaleziqu:
• nke,dwa,kanye,bili,thathu,ne, hlanu.
• Lesisabizwana sisetshenziseswa ukukhomba
inani.
ISABIZWANA SESICHASISO
• Lesi sichaza ibizo
• Sandulela ibizo emshweni
• Siyasebenza ngaphandle kwebizo.