You are on page 1of 28

UBUMBANO PRIMARY SCHOOL

ISIZULU TWO WEEKS CYCLE LESSON PLAN TERM 1

IBANGA: 4 ILEVELI: HL INGQIKITHI: ESIKOLENI

USUKU : 17-26 KUMASINGANA 2024 IVIKI : 1&2

IKHONO : UKULALELA NOKUKHULUMA UBUDE BESIKHATHI: 2 AMAHORA

UHLOBO LOMBHALO: ISIKHANGISI

OKUZOSETSHENZISWA: INCWADI YOMFUNDI (MASIHAMBISANE), ISHADI

IMISEBENZI KUFAKWE IZINDLELA NAMASU

UMSEBENZI KATHISHA UMSEBENZI WOMFUNDI

NGAPHAMBI
● Abafundi bazobuka isithombe bese
● Uthisha uzocela abafundi bebukele beyaqagela ukuthi ngabe indaba
isithombe bese beyaqagela ukuthi ikhuluma nagni ngokubuka isithombe
sikhuluma ngani.
● Uthisha uzocela abafundi basifunde ● Abafundi bazofunda isihloko kakhulu
kakhulu isihloko kuzwakale

NGESIKHATHI
● Abafundi bazolalela indaba
● Uthisha uzofundela abafundi indaba abazoyifundelwa uthisha ngenhloso
emfushane uzobafundela ahloniphe yokulalela ukuthi kufundwa kanjani
izimpawu zokukhuluma
● Abafundi bazofunda indaba emfushane
● Uzobanikeza ithuba lokuthi bazifundele bahloniphe izimpawu zokubhala
bona ngokwabo

NGEMUVA
● Abafundi bazofunda futhi indaba
● Uthisha uzocela abafundi ukuthi bebukele kahle nesithombe
baphendule imibuzo ngendatshana ukuphendula imibuzo esezincwadini
ebekade beyifunda, uzobe esebacela zabo
ukuthi babukisise isithombe ukuze
bezokwazi ukuphendula

UKUHLOLA

● Uthisha uhlola abafundi ukuthi ● Abafundi bazobuka isithombe bese


bayakwazi yini ukuqagela indaba bebuka beyaqagela ukuthi ikhuluma ngani
isithombe bazokwenza lokho ngokusizwa isithombe
● Uhlola ukuthi abafundi bayakwazi yini
ukuqhathanisa izithombe nendaba

UKUHLANGANISA IZINHLOBO ZABAFUNDI

● Uthisha uzohlanganisa abafundi ● Abafundi abasheshayo bazothola


ngokwamazinga abo uzobe esesiza labo umsebenzi omningi bese kuthi labo
abenza kancane ebetotobisa kuthi labo abenza kancane bazothola ithuba
abashehsayo abanikeze umsebenzi lokulekelelwa uthisha lapho bengaboni
omunye abazowenza ongasafani kahle khona
nowalabo abathatha kancane

UKUZIHLOLA KUKATHISHA

● Uthisha uzonikeza abafundi umsebenzi ● Abafundi bazothola umsebenzi


abazowenza uzobe esebacela ukuthi abazowenza umfundi ngamunye
bewubhale uzozenzela yena abuze uma engaboni
● Uma sebeqedile uzobe esecela ukuthi ● Abafundi bazomaka umsebenzi
bewumake ndawonye ukuze lapho ndawonye nothisha ukuze bezobna
abehluleke khona ebalekelele lapho bengenanga kahle khona
● Uzowumaka umsebenzi abenzise ● Bazothola ithuba lokuthibazimakele
nokulungisa ngepeni lomsizi
● Uzobanikeza ithuba lokwenza ukulungisa ● Bazokwenza ukulungisa

Ikhono: UKUFUNDA NOKUBUKELA ubude besikhathi: 5 AMAHORA

UMSEBENZI KATHISHA UMSEBENZI WABAFUNDI

NGAPHAMBI

● Uthisha ucela abafundi babuke ● Abafundi bazobuka isithombe baphinde


isithombe baphinde befunde isihloko befunde isihloko bese beyaqagela ukuthi
bese beyaqagela ukuthi simayelana nani ngabe kumayelana nani
● Uthisha uzobe esefundela abafundi ● Abafundi bazolale uthisha ebafundela
umbhalo uzibe esebabuza imibuzo efana ngenhloso yokuthi ebatshengise ukuthi
nale: nake nasibona isikhangisi? kufundwa kanajni
NGESIKHATHI

● Uthisha uzonikeza a abafundi ithuba ● Abafundi bazothola ithuba lokuthi


lokuthi bazifundele manje bona bazifundele ngabodwana, bazofunda
ngabodwana belandele izimpawu zokufunda
ukthuthukisa ikhono lokufuna
● Uzodame ebamisa ebabuze imibuzo
ngenhloso yokugcina begxilile ● Bazofunda badame bemiswa imibuzo
esifundweni kathisha okufanele bayiphendule

NGEMVA

● Uzobuza abafundi imibuzo ngomlomo ● Abafundi bazophendua imibuzo


mayelana nesifundo

IZAKHIWO NEZIMISO ZOLIMI EZIDIDIYELWA

● Uthisha uchazela abafundi ukuthi liyini ● Abafundi bazolalela uthisha ebachazela


IBIZO. Uzobachazela abanikeze ukuthi kuyini ibizo
nezibonelo
● Bazobe sebesho amabizo aseclassini
● Uzobe esecela aabfundi ukuthi basho abawabonayo
amabizo aseclassini
● Abafundi bazophinda befunde futhi
● Uzobe esebacela ukuthi baphinde isikhangisi lapho bezobe betomula khona
befunde isikhangisi betomule onke amabizo ajwayelekile
amabizo asetshenziswe khona
● Abafundi bazophendula imibuzo emuva
● Ucela abafundi baphendule imibuzo kokufunda isikhangisi
emuva kokufunda isikhangisi

UKUHLOLA

● Uthisha uhlola ukuthi abafundi ● Abafundi bazosebenzisana ndawonye


bayakwazi ukubona amabizo nothisha nabanye abafundi.
● Bazokwazi ukuphendula imibuzo emuva ● Abafundi bazophendula imibuzo
kokufunda

UKUHLANGANISA IZINHLOBO ZABAFUNDI

● uthisha ucela abafundi ukuthi bafunde ● abafundi bazofunda ngokuhlanganyela


ngokuhlanganyela laba abasheshayo bazothola umsebenzi
omningi abazowenza ukuze uthisha
● uzobe esebona laba abangasheshi bese
ezonaka laba abasalayo
ebanikeza izincwadi ezisezingeni
ekliphansana kuleli abakulo ● abasheshayo bazokwenza umsebenzi
ukuthuthukisa ulwazi lokufunda

UKUZIHLOLA KUKATHISHA
● Izingane zisijabulele isifundo
● Isifundo sihambe kahle

Ikhono: UKUBHALA NOKWETHULA ubude besikhathi: 4 AMAHORA

UMSEBENZI KATHISHA UMSEBENZI WABAFUNDI

UKUHLELA

● Uthisha ufundisa abafundi ngezimpawu ● Abafundi bayalalela bathatha amanothi


zokubhala umbhalo IPHOSTA

UKUBHALA UMUZAMO WOKUQALA

● Uthisha uzocela abafundi bazifundela ● Abafundi bazophinde befunde bese


umbhalo ngabodwana. beyafingqa
● Uzobe esecela ukuthi abawufingqe ● Abafundi bayafingqa

UKUFUNDA NGOKUQAPHELISISA UKUZE


KUCACE
● Abafundi ngabanye ngabanye bazothola
● Uthisha uzocela abafundi beya ithuba lokuthi behambe beyozifundela
ngaphambili ngamunye ngamunye umbhalo wabo ngaphambili
ukuyokwethula umbhalo wakhe ukuze ukuthuthukisa ikhono lokufunda.
ezobalungisa lapho kufanele khona

UKULUNGISA AMAPHUTHA NOKWETHULA

● Uthisha uzolungisela abafundi ● Bazoqala phansi bebhale uma


amaohutha abo ukuze bazokwethula sekulungisiwe amaphutha balungiselele
umbhalo wabo kahle ukwethula umbhalo wobo usulungisiwe
amaphutha.

UKUHLANGANISA IZINHLOBO ZABAFUNDI

● Uthisha uzohlanganisa abafundi ● Abafundi bazosebenzisana ndawonye


ngokwehlukana kwabo abasheshayo nothisha nabanye abafundi.
nabathatha kancane ukuthi bethule
umbhalo ndawonye

IKHONO:IZAKHIWO NEZIMISO ZOLIMI UBUDE BESIKHATHI: 1 IHORA

UMSEBENZI KATHISHA UMSEBENZI WOMFUNDI

NGAPHAMBI

● Uthisha uzokwethula isihloko, ISIPHAWULO. ● Abafundi balalela uthisha ebachazela


Uthisha uzobuza abafundi ukuthi siyini ngesiphawulo
isiphawulo?
● Bazofunda ngeziqu zesiphawulo
● Uthisha uchazela abafundi ngeziqu
zesiphawulo

NGESIKHATHI
● Abafundi bazofunda ngezinhlobo zemisho
● Uthisha ufundisa izingane ngezinhlobo
zemisho: OQONDILE, ISITATIMENDE, ● Abafundi bafunda imisho eqondile bese
OBUZAYO bekhipha izenzo
● Abafundi bazothola imisho eqondile uthisha
ebacele ukuthi bakhiphe ISENZO kulenisho
eqondile

NGEMUVA

● Uthisha uzonikeza abafundi umsebenzi ● Abafundi bazodweba ithebula bekwazi


lapho bezodweba khona ithebula ukubhala amabizo akwazi ukubaleka
behlukanise amabizo abalekayo nalawa esingakwazi ukuwabala.
nangabaleki
● Abafundi bazolalela uthisha ebethulela
● Uthisha ufundisa abafundi ngomusho umusho oqondile bazothola ulwazi
oqondile lokuthi wakhiwa nayiziphi izincezu
zenkulumo
● Uzobuza ukuthi yini umusho oqondile? (
umusho onenhloko, isenzo kanye
nomenziwa)

UKUHLOLA
● Abafundi bazobhala umebenzi

● Uthisha uhlola abafundi ukuthi ngokukhulu ukushesha

bayakwazi yini ukuhlukanisa izinhlobo


zamabizo
● Uzonikeza abafundi imisho acele
bekhiphe inhloko, isinzo kanye
nomenziwa ● Bazophinde balalela ngomusho oqondile

● Uthisha usundisa abafundi ngezimpawu bazobhala befunde incazelo yomusho


oqondile
zokubhala, uzobabuza ngezinhlobo
ezahlukene ngezimpawu zokukhuluma ● Abafundi bazophendula uthisha besho
abazaziyo izinhlobo zezimpawu zokukhuluma
● Uthisha unikeza abafundi umsebenzi abazaziyo baphinde bezichaze ukuthi
zisebenza kanjani
wasekhaya lapha belungisa khona imisho
befaka izimpawu zokukhuluma lapho ● Bazobhala umsebenzi wasekhaya
kufanele khona

UKUHLANGANISA IZINHLOBO ZABAFUNDI


● Abafundi bazohlangana befunde

● Uthisha ucela abafundi ukuthi njengoba uthisha ecelile

bahlangane ndawonye befunde


isiqeshana ukuhlola ukufunda kwabo

UKUZIHLOLA KUKATHISHA

● Uthisha uzonikeza abafundi umsebenzi ● Abafundi bazobhala umsebenzi


wasekhaya (imisho eqondile) wasekhaya ezincwadini zabo

UBUMBANO PRIMARY SCHOOL

ISIZULU TWO WEEKS CYCLE LESSON PLAN TERM 1

IBANGA: 4 ILEVELI: HL INGQIKITHI: IKHAYA

USUKU : 29 KUMASINGANE- 09 KUNHLOLANJA 2024 IVIKI : 3&4

IKHONO : UKULALELA NOKUKHULUMA UBUDE BESIKHATHI: 2 AMAHORA

UHLOBO LOMBHALO: INOVELI

OKUZOSETSHENZISWA: INCWADI YOMFUNDI (MASIHAMBISANE)

UMSEBENZI KATHISHA UMSEBENZI WABAFUNDI

NGAPHAMBI
● Uthisha uzofundela abafundi isiqeshana
● Abafundi bazolalela isiqeshana senoveli
se- INOVELI bese ebabuza imibuzo
bese bephula imibuzo
ngomlomo
NGESIKHATHI
● Abafundi bazofunda isihloko bese
● Abafundi bazofunda isihloko bese
beyaqagela ukuthi ngabe indaba
beyaqagela ukuthi ngabe indaba
ingakhuluma ngani
ingakhuluma ngani
● Uthisha ucela abafundi bazifundele bona
● Abafundi bazofunda inoveli ngokwabo
ngokwabo
bazodame bema bephundula imibuzo
● Uthisha uzodame ema ebuza imibuzo abayibuzwa uthisha

NGEMUVA
● Uthisha uzonikeza a abafundi umsebenzi ● Abafundi bazophendula imibuzo
lapho bezophendula khona imibuzo abayibuzwa uthisha ngomlomo
ngomlomo
● Bazophinde bathole umsebenzi lapho
● Uthisha uzophinde abatshele ukuthi abazobhala khona umsebenzi
ababhaleke futhi phansi lemibuzo ebekade ezincwadini zabo zokubhalela
beyibuzwa ngomlomo
● Abafundi bazolalela uthisha
● Uthisha uchazela abafundi ukuthi kuyini ngeSABIZWANA bezobuye bethathe
ISABIZWANA uzobachazela bese ebacela amanothi
bezikhiphe kuleNOVELI ebekade beyifunda

UKUHLOLA

● Uthisha uhlola abafundi ukuthi bayakwazi ● Abafundi bakwazi ukukhipha abalingiswa


yini ukubona abalingiswa

UKUHLANGANISA IZINHLOBO ZABAFUNDI

● Uthisha uzocela abafundi ukuthi befunde ● Abafundi bazofunda bonke ndawonye


bonke kanyekanye ukuhlola ukuthi ngokudidiyela kuzothi labo abathatha
bayakwazi yini, uzobheka labo kancane abangaboni kahle abasahluleka
abasahluleka uzobalekelela ngokuthi ukufunda bazothola izincwadu
abanikeze izincwadi ezisezingeni ezisezingeni eliphansana kubo ukuze
eliphansana kuleli abakulo ukuze bezosizakala.
bezofunda zona uzobe esebasizake

UKUZIHLOLA KUKATHISHA

● Uthisha uzomakela abafundi umsebenzi ● Abafundi bazomaka umsebenzi benze


abanikeze wona bese benze ukulungisa ukulungisa

Ikhono: UKUFUNDA NOKUBUKELA ubude besikhathi: 3 AMAHORA


UMSEBENZI KATHISHA UMSEBENZI WOMFUNDI

NGAPHAMBI
● Uthisha ufundela abafundi umbhalo
● Abafundi bazolalela uthisha ebefundela
ocashunwe kuNOVELI
INOVELI

NGESIKHATHI
● Uthisha uzocela abafundi babhke
● Abafundi bayaqagela ukuthi isihloko
isithombe nesihloko baqagele ukuthi
simayelana nani
simayelana nani

NGEMUVA
● Uthisha ecela abafundi ukuthi ● Emuva kokulalela bazobe sebezifundela
bazifundele bona ngokwabo bona ngokwabo
● Uzodame ebamisa ebabuza imibuzo ● Uzobaqoqa ngamaqoqo bazofunda
ngababili

UKUHLOLA

● Uhlola abafundi ukuthi bayakwazi yini ● Abafundi bachaza abalingiswa


ukuchaza abalingiswa

UKUHLANGANISA IZINHLOBO ZABAFUNDI

● Uthisha uzohlanganisa abafundi ● Abafundi abasheshayo bazothola


ngokwamazinga abo uzobe esesiza labo umsebenzi omningi bese kuthi labo
abenza kancane ebetotobisa kuthi labo abenza kancane bazothola ithuba
abashehsayo abanikeze umsebenzi lokulekelelwa uthisha lapho bengaboni
omunye abazowenza ongasafani kahle khona
nowalabo abathatha kancane

UKUZIHLOLA KUKATHISHA

● Uthisha uzonikeza abafundi umsebenzi ● Abafundi bazothola umsebenzi


abazowenza uzobe esebacela ukuthi abazowenza umfundi ngamunye
bewubhale uzozenzela yena abuze uma engaboni
● Uma sebeqedile uzobe esecela ukuthi ● Abafundi bazomaka umsebenzi
bewumake ndawonye ukuze lapho ndawonye nothisha ukuze bezobna
abehluleke khona ebalekelele lapho bengenanga kahle khona
● Uzowumaka umsebenzi abenzise ● Bazothola ithuba lokuthibazimakele
nokulungisa ngepeni lomsizi
● Uzobanikeza ithuba lokwenza ukulungisa ● Bazokwenza ukulungisa

Ikhono: UKUBHALA NOKWETHULA ubude besikhathi: 4 AMAHORA

UMSEBENZI KATHISHA UMSEBENZI WABAFUNDI

UKUHLELA

● Ufundisa abafundi izinto ezibalulekile ● abafundi balalela uthisha ebachazela


uma sibhala inoveli bazobhala amanothi abachazela ukuthi
yini elindelekile uma kubhalwa inoveli
● Ukuchazwa kwabalingiswa

● izigameko

UKUBHALA UMUZAMO WOKUQALA

● abafundi bazobhala umzamo wabo ● abafundi babhala umzamo wokuqala


wokuqala lapho bezobhala khona isigaba sokuqala
bezoveza umlingiswa osemqoka
● uthisha uzobacele bebhale isiqephu
sokuqala esinomlingiswa osemqoka ● bazohambisa uthisha ebabhekele ukuthi
nenkinga abhekene nayo beza ngakho yini

UKUFUNDA NGOKUQAPHELISISA UKUZE


KUCACE
● Abafundi bazobhala umzamo wesibili
● Uthisha uzokhomba amaphutha aphinde bawubukeze balungise amaphutha
abalungisele uzobe esebacela ukuthi akhonjwe uthisha
ababhale umzamo wesibili ngokubuka
● Abafundi bazocolisisa umbhala wabo
amaphutha akhonjwe uthisha

UKULUNGISA AMAPHUTHA NOKWETHULA


● Uthisha uzocela abafundi ukuthi bethule ● Yethula umbhalo wakho wokugcina
umbhalo wabo ngamunye obhalwe ngonunono

UKUHLANGANISA IZINHLOBO ZABAFUNDI

● Uthisha uzohlanganisa abafundi ● Abafundi bazosebenzisana ndawonye


ngokwehlukana kwabo abasheshayo nothisha nabanye abafundi.
nabathatha kancane ukuthi bethule
umbhalo ndawonye

IKHONO:IZAKHIWO NEZIMISO ZOLIMI UBUDE BESIKHATHI: 1 IHORA

UMSEBENZI KATHISHA UMSEBENZI WOMFUNDI

NGAPHAMBI

● Isandiso ● Abafundi bazolalela uthisha uzobe esechaza


ngesihloko sosuku
● Isihlanganiso
● Bazobhala umsebenzi lapho betomula imisho
● Izimpawu zokuloba
kuNOVELI bezobhala inkathi eyedlule
● Inkathi yamanje, edlule

● Umqondofana, umqondophika

NGESIKHATHI

● Uthisha uzokhipha imisho kwiNoveli ● Abafundi bazofunda ngezihlanganiso


bese beyayihlanganisa.
● Uzobe esebachazelile ukuthi ziyini ● Bazobhala umsebenzi lapho
izihlanganiso abenzele nezibonelo behlanganisa khona imsho

NGEMUVA

● Uzonikeza abafundi umsebenzi omuningi ● Abafundi bazobhala umsebenzi omningi


lapho bebhala khona umqondofana bebhale
nomqondophika
● Azobhala nomsebenzi wasekhaya
● Bazokhipha endabeni

● Bazothola umsebenzi wasekhaya


wezimpawu zokuloba

UKUHLOLA

● Uthisha uhlola abafundi ngothi bebhale ● Bazozakhela eyabo imisho baveze


eyabo imisho engamafanamsindo ifanamsindo emishweni yabo
bazobe sebedwebela ingxenye
eyifanamsindo emshweni yabo

UKUHLANGANISA IZINHLOBO ZABAFUNDI


● Abafundi bazohlangana befunde

● Uthisha ucela abafundi ukuthi njengoba uthishaecelile

bahlangane ndawonye befunde


isiqeshana ukuhlola ukufunda kwabo

UKUZIHLOLA KUKATHISHA

● Uthisha uzonikeza abafundi umsebenzi ● Abafundi bazobhala umsebenzi


wasekhaya (amabizombaxa) wasekhaya ezincwadini zabo

Ukusayina kukaThisha __________________________ HOD __________________________


UBUMBANO PRIMARY SCHOOL

ISIZULU TWO WEEKS CYCLE LESSON PLAN TERM 1

IBANGA: 4 ILEVELI: HL INGQIKITHI: UKWETHEMBEKA

USUKU : 12-23 KUNHLOLANJA 2024 IVIKI : 5&6

IKHONO : UKULALELA NOKUKHULUMA UBUDE BESIKHATHI: 2 AMAHORA

OKUZOSETSHENZISWA: INCWADI YOMFUNDI (MASIHAMBISANE)

UHLOBO LOMBHALO: INDABA EMFUSHANE

IMISEBENZI KUFAKWE IZINDLELA NAMASU

UMSEBENZI KATHISHA UMSEBENZI WABAFUNDI

NGAPHAMBI
● Uthisha uzocela abafundi babuke ● Abafundi bazobuka isithombe bafunde
isithombe befunde isihloko beqagela isihloko bazobe sebeqagela ukuthi
ukuthi ngabe indaba ikhula ngani indaba ngabe ikhuluma ngani
● Uthisha uzofundela abafundi indaba
ngenhloso yokukhombisa ukuthi kufundwa
kanjani ● Abafundi bazolalela uthisha bazobhala
amaphuzu ambalwa ngesikhathi belalele
uthisha ebafundela

NGESIKHATHI
● Uthisha uzobe esecela abafundi
● Abafundi bazothola nabo ithuba lokuthi
bezifundele bona ngokwabo ngenhloso
bazifundele bon ngokwabo
yokuthuthukisa ikhono labo lokufunda

NGEMUVA
● Abafundi bazobe sebenza umsebenzi
● Uthisha uzobe esecela abafundi ukuba emuva kokufunda indaba ebekade
benze umsebenzi ngemuva kokufunda beyifunda
indaba
● Uzobacela ukuthi baphendule imibuzo ● Abafundi bazophendula imibuzo
engezansi kwalendaba ebekade beyifunda
baphendule ngomlomo

UKUHLOLA

● Uthisha uchazela abafundi ukuthi ● Abafundi balalela uthisha bazokwazi


izinganekwane wuhlobo oluthile lobuciko ukuthi kuyini izinganekwane
● Ziyajabulisa abancane nabadala
UKUHLANGANISA IZINHLOBO ZABAFUNDI

● Uthisha uzocela abafundi ukuthi befunde ● Abafundi bazofunda bonke ndawonye


bonke kanyekanye ukuhlola ukuthi ngokudidiyela kuzothi labo abathatha
bayakwazi yini, uzobheka labo kancane abangaboni kahle abasahluleka
abasahluleka uzobalekelela ngokuthi ukufunda bazothola izincwadu
abanikeze izincwadi ezisezingeni ezisezingeni eliphansana kubo ukuze
eliphansana kuleli abakulo ukuze bezosizakala.
bezofunda zona uzobe esebasizake

UKUZIHLOLA KUKATHISHA

● Unikeza abafundi umsebenzi wasekhaya ● Abafundi bazobhala umsebenzi


wasekhaya

Ikhono: UKUFUNDA NOKUBUKELA ubude besikhathi: 3 AMAHORA

UMSEBENZI KATHISHA UMSEBENZI WOMFUNDI

NGAPHAMBI
● Uthisha uchazela abafundi ngesakhiwo
● Abafundi bazolalela uthisha ebachazela
senganekwane (isingeniso, umzimba,
ngesakhiwo senganekwano
isiphetho,)

NGESIKHATHI
● Uzobachazela ukuthi kwenzakalani
● Abafundi bazolalela
esingenisweni, emzimbeni kanye
nasesiphethweni.
● Uzophinde ebabonise isibonelo
encwadini yabo ekhasini 24
● Bazobuka isibonelo

NGEMUVA
● Abafundi bazofunda futhi indaba
● Uthisha uzocela abafundi ukuthi bebukele kahle nesithombe
baphendule imibuzo ngendatshana ukuphendula imibuzo esezincwadini
ebekade beyifunda, uzobe esebacela zabo
ukuthi babukisise isithombe ukuze
bezokwazi ukuphendula

UKUHLOLA

● Uthisha uhlola abafundi ukuthi


bayakwazi yini ukuqagela indaba bebuka
isithombe
● Uhlola ukuthi abafundi bayakwazi yini
ukuqhathanisa izithombe nendaba

UKUHLANGANISA IZINHLOBO ZABAFUNDI

● Uthisha uzohlanganisa abafundi ● Abafundi abasheshayo bazothola


ngokwamazinga abo uzobe esesiza labo umsebenzi omningi bese kuthi labo
abenza kancane ebetotobisa kuthi labo abenza kancane bazothola ithuba
abashehsayo abanikeze umsebenzi lokulekelelwa uthisha lapho bengaboni
omunye abazowenza ongasafani kahle khona
nowalabo abathatha kancane

UKUZIHLOLA KUKATHISHA

● Uthisha uzonikeza abafundi umsebenzi ● Abafundi bazothola umsebenzi


abazowenza uzobe esebacela ukuthi abazowenza umfundi ngamunye
bewubhale uzozenzela yena abuze uma engaboni
● Uma sebeqedile uzobe esecela ukuthi ● Abafundi bazomaka umsebenzi
bewumake ndawonye ukuze lapho ndawonye nothisha ukuze bezobna
abehluleke khona ebalekelele lapho bengenanga kahle khona
● Uzowumaka umsebenzi abenzise ● Bazothola ithuba lokuthibazimakele
nokulungisa ngepeni lomsizi
● Uzobanikeza ithuba lokwenza ukulungisa ● Bazokwenza ukulungisa

Ikhono: UKUBHALA NOKWETHULA ubude besikhathi: 4 AMAHORA

UMSEBENZI KATHISHA UMSEBENZI WABAFUNDI

UKUHLELA

● Uthisha ucela abafundi bebhale ● Abafundi bazocabanga ngenganekwane


ingenekwane abayaziyo, bazocabanga abayaziyo
ngenganekwane abayaziyo abazobhala
● Bazoyipha isihloko
ngayo
● Bazolandela isakhiwo
UKUBHALA UMUZAMO WOKUQALA

● Uzocela abafundi bakhe uhlaka ● Abafundi bazokwenza uhlaka


olunamaphuzu abazowasebenzisa
● Bhala umzamo wokuqala
esigabeni nesigaba
● Nikeza uthisha akulungisa amaphutha

UKUFUNDA NGOKUQAPHELISISA UKUZE


KUCACE

● Uzolungisa amaphutha omzamo


● Bazolungiselwa amaphutha bebhale
wokuqala
umzamo wokugcina oauhlolwe uthisha
● Uzobanika ithuba lokubhala umzamo walungisa nabaphutha
wokugcina

UKULUNGISA AMAPHUTHA NOKWETHULA

● Uzonikeza abafundi ithuba ● Bazothola ithuba lokwethula umbhalo


lokuthi bethule umbhalo wabo wabo
ngamunye ngamunye

UKUHLANGANISA IZINHLOBO ZABAFUNDI

● Uthisha uzohlanganisa abafundi ● Abafundi bazosebenzisana ndawonye


ngokwehlukana kwabo abasheshayo nothisha nabanye abafundi.
nabathatha kancane ukuthi bethule
umbhalo ndawonye
IKHONO:IZAKHIWO NEZIMISO ZOLIMI UBUDE BESIKHATHI: 1 IHORA

UMSEBENZI KATHISHA UMSEBENZI WOMFUNDI

NGAPHAMBI

● Uthisha ukhumbuza abafundi ngebizo ● Abafundi bazolalalela uthisha bese


beyaphendula ukuthi liyini ibizo
● Uzobabuza ukuthi liyini ibizo
● Abafundi bazothatha amanothi
● Ubafundisa ngamabizo abalekayo
nangabaleki

NGESIKHATHI
● Abafundi bazobhala umsebenzi lapho
● Uzobanikeza umsebenzi osezincwadini zabo
bezofunda khona indaba pephinde
lapho betomula amabizo
ebetomule amabizo

NGEMUVA

● Imisho umusho oqondile- uthisha ● Abafundi bazobhala amanothi achaza


uchazela abafundi ukuthi umusho onjani umusho omagatshagatsha
umusho oqondile (inhloko, isenzo,
● Bazobhala umsebenzi lapho bezofakela
umenziwa)
khona ungqi nosonhlamvukazi lapho
● Bazobhala umsebenzi wezimpawu kufanele khona
zokuloba (ngqi, usunhlamvukazi)

UKUHLOLA

● Uthisha uhlola abafundi ukuthi


bayakwazi yini ukuhlukanisa izinhlobo
zemisho
● Bazobhala imisho besho ukuthi
● Uzonikeza abafundi imisho basho ukuthi
umagatshagatsha noma uqondi
uluhlobo luni
● Abafundi bazobhala umsebenzi
● Uzocela abafundi behlanganise imisho
embaxa ngezihlanganiso abazinikiwe

UKUHLANGANISA IZINHLOBO ZABAFUNDI


● Abafundi bazohlangana befunde
● Uthisha ucela abafundi ukuthi
bahlangane ndawonye befunde njengoba uthisha ecelile
isiqeshana ukuhlola ukufunda kwabo

UKUZIHLOLA KUKATHISHA

● Uthisha uzonikeza abafundi umsebenzi ● Abafundi bazobhala umsebenzi


wasekhaya (isiqalo, isiqu, isijobelelo) wasekhaya ezincwadini zabo

Ukusayina kukaThisha __________________________ HOD __________________________

UBUMBANO PRIMARY SCHOOL

ISIZULU TWO WEEKS CYCLE LESSON PLAN TERM 1

IBANGA: 4 ILEVELI: HL INGQIKITHI: SIYAPHEKA

USUKU : 26 KUNHLOLANJA- 08 KUNDASA 2024 IVIKI : 7&8

IKHONO : UKULALELA NOKUKHULUMA UBUDE BESIKHATHI: 2 AMAHORA

OKUZOSETSHENZISWA: INCWADI YOMFUNDI (MASIHAMBISANE), ISHADI

UHLOBO LOMBHALO: IRESIPHI

IMISEBENZI KUFAKWE IZINDLELA NAMASU

UMSEBENZI KATHISHA UMSEBENZI WABAFUNDI

NGAPHAMBI
● Uthisha Ubuza abafundi imibuzo
● Abafundi bazophendula imibuzo ebuzwa
⮚ Kudla kuni enikuthayo? uthisha ngomlomo

⮚ Niyakwazi ukukupheka?

● Uthisha uzocela abafundingababili bebuke ● Abafundi bazosho ukuthi simayelana


isthombe bese beyasho ukuthi simayelana nani isithombe
nani
NGESIKHATHI
● Uthisha uchazela bafundi ukuthi kuyini ● Abafundi bayalalela uthisha
umyalelo? esabachazela ngokuthi uyini umyalelo
● Uzobhala ebhodini incazelo eqondile acele ● Bazobhala incazelo ezimcwadini zabo
abafundi ukuba beyifunde baphinde bayibhale ezincwadini zabo

NGEMUVA
● Uthisha uzochazela abafundi ngomyalelo
● Abafundi balalela isakhiwo somyalelo
ukuthi isakhiwo sakhona simi kanjani.
wokupheka bazobhala amanothi
⮚ Isihloko abalulekile abazowathatha ebhodini
⮚ Izithako

⮚ Indlela yokwenza

● Uzobenzela isibonelo ngomyalelo ● Bazobuka isibonelo somyalelo


wokwenza izaqathe njengoba bebonisiwe wezaqathe osezincwadini zabo
encwadini

UKUHLOLA

● Uthisha uzocela abafundi ukuthi behlale ● Abafundi bazokwenza umsebenzi


ngamaqembu bakhethe ukudla abakwazi bazokhetha ukudla abakuthandayo bese
ukukupheka bazobe sebekwenza benza umyalelo wokuthi kuphekwa
ndawonye kanjani bekhumbule isakhiwo somyalelo

UKUHLANGANISA IZINHLOBO ZABAFUNDI

● Uthisha uzocela abafundi ukuthi ● Abafundi bazohlala ngamaqembu benze


bahlangane ngamaqembu umsebenzi bazopheka ukudla
kwekhethelo labo
● Bazobe sebeqala benza umsebenzi wabo
ngamaqembu ngenhloso yokuthi bekwazi
ukusebenza ndawonye

UKUZIHLOLA KUKATHISHA

● Uthisha uzomakela abafundi umsebenzi ● Abafundi bazomaka umsebenzi benze


abanikeze wona bese benze ukulungisa ukulungisa

Ikhono: UKUFUNDA NOKUBUKELA ubude besikhathi: 3 AMAHORA


UMSEBENZI KATHISHA UMSEBENZI WOMFUNDI

NGAPHAMBI
● Abafundi bazobuka isithombe bese
● Uthisha uzocela abafundi bebukele beyaqagela ukuthi ngabe indaba
isithombe bese beyaqagela ukuthi ikhuluma nagni ngokubuka isithombe
sikhuluma ngani.
● Uthisha uzocela abafundi basifunde ● Abafundi bazofunda isihloko kakhulu
kakhulu isihloko kuzwakale
● Uzobacela ukuthi baphendule imibuzo
esezincwadini zabo ngokubuka ● Bazophendula imibuzo esencwadini
isithombe besiswa isithombe

NGESIKHATHI
● Uthisha uzofundisa abafundi ukuthi
● Bazolalela uthisha nabo bebe bebuka
iphekwa kanjani inhlanzi
incwadi yabo
● Uzoqala ababuze ukuthi yini inhlanzi?
● Bazophendula imibuzo abayibuzwa
Bayayazi yini?
uthisha

NGEMUVA
● Uzocela abafundi ukuthi bafunde
● Abafunda bazofunda umyalelo
umyalelo wokwenza inhlanzi ezincwadini
wokwenza inhlanzi ngenhloso
zabo, uzobe esebacela ukuthi
yokuthuthukisa ikhono lokufunda
baphendule imibuzo engenzanzi
nokufundisa
komyalelo ebekade bewufunda

UKUHLOLA

● Uthisha uhlola abafundi ukuthi


bayakwazi yini ukuziphekela bona
ngokwabo

UKUHLANGANISA IZINHLOBO ZABAFUNDI

● Uthisha uzohlanganisa abafundi ● Abafundi abasheshayo bazothola


ngokwamazinga abo uzobe esesiza labo umsebenzi omningi bese kuthi labo
abenza kancane ebetotobisa kuthi labo abenza kancane bazothola ithuba
abashehsayo abanikeze umsebenzi lokulekelelwa uthisha lapho bengaboni
omunye abazowenza ongasafani kahle khona
nowalabo abathatha kancane

UKUZIHLOLA KUKATHISHA

● Uthisha uzonikeza abafundi umsebenzi ● Abafundi bazothola umsebenzi


abazowenza uzobe esebacela ukuthi abazowenza umfundi ngamunye
bewubhale uzozenzela yena abuze uma engaboni
● Uma sebeqedile uzobe esecela ukuthi ● Abafundi bazomaka umsebenzi
bewumake ndawonye ukuze lapho ndawonye nothisha ukuze bezobna
abehluleke khona ebalekelele lapho bengenanga kahle khona
● Uzowumaka umsebenzi abenzise ● Bazothola ithuba lokuthibazimakele
nokulungisa ngepeni lomsizi
● Uzobanikeza ithuba lokwenza ukulungisa ● Bazokwenza ukulungisa

● Bazothola umsebenzi wasekhaya ● Babhala umsebenzi wasekhaya

Ikhono: UKUBHALA NOKWETHULA ubude besikhathi: 4 AMAHORA

UMSEBENZI KATHISHA UMSEBENZI WABAFUNDI

UKUHLELA

● Uthisha ubuza abafundi ukuthi ● Abafundi bazophendula abalithandayo


bayalithanda yini itiye futhi bayakwazi bazosho ukuthi bayalithanda futhi
yini ukulenza lenziwa kanjani
● Uzocela abafundi bazbhale umyalelo ● Bazobe sebezilungiselela ukubhala
wokwenza itiye umyalelo wokwenza itiye

UKUBHALA UMUZAMO WOKUQALA

● Uthisha uzocela abafundi bazibhalele ● Abafundi bazobhala umyalelo wokwenza


ngabodwana bakhumbule isakhiwe itiye bengakhohlwa isakhiwo
● Uzobasiza lapho bedideka khona ● Abafundi bayabhala bacela usiza lapho
uzobalekelela beludinga khona

UKUFUNDA NGOKUQAPHELISISA UKUZE


KUCACE
● Abafundi ngabanye ngabanye bazothola
● Uthisha uzocela abafundi beya ithuba lokuthi behambe beyozifundela
ngaphambili ngamunye ngamunye umbhalo wabo ngaphambili
ukuyofunda umbhalo wakhe ukuze ukuthuthukisa ikhono lokufunda.
ezobalungisa lapho kufanele khona
● Uthisha uzolungisa amaphutha
ahlangane nawo ● Abafundi bazophinda bebhale umzamo
wokugcina usulungisiwe namaphutha
akhonjwe uthisha bazobhala kahle
ngobunono

UKULUNGISA AMAPHUTHA NOKWETHULA

● Uzocela abafundi ukuba beze ● Bazoqala phansi bebhale uma


ngaphambili ukuzokwethula umyalelo sekulungisiwe amaphutha balungiselele
wabo ngamunye ngamunye ukwethula umbhalo wobo usulungisiwe
amaphutha.

UKUHLANGANISA IZINHLOBO ZABAFUNDI

● Uthisha uzohlanganisa abafundi ● Abafundi bazosebenzisana ndawonye


ngokwehlukana kwabo abasheshayo nothisha nabanye abafundi.
nabathatha kancane ukuthi bethule
umyalelo ndawonye

IKHONO:IZAKHIWO NEZIMISO ZOLIMI UBUDE BESIKHATHI: 1 IHORA

UMSEBENZI KATHISHA UMSEBENZI WOMFUNDI

NGAPHAMBI

● Ubuza abafundi ukuthi siyini isenzo? ● Abafundi bazophendula ukuthi kuyini isinzo

● Uzobanikeza incazelo eqondile ● Bazofunda incazelo eqondile ebhodini


bazoyifunda ngokuphindaphinda
● Uzobe esebanikeza nezibonelo
ekhombisa isenzo

NGESIKHATHI
● Bazobhala imisho betomule amagama

● Uzobacela ukuthi babhale imisho ayizenzo


abazotumula kuyo isenzo

NGEMUVA

● Uthisha wethulela abafundi isabizwana ● Abafuundi balalela uthisha ebethulele


songumnini isabizwana songumnini
● Uzobuza abafundi ukuthi siyini ● Bazokwazi incazelo yabo beyifunda
isabizwana songumnini? ebhodini

UKUHLOLA

● Uzocela abafundi bakhe isabizwana ● Abafundi bazokwakha isabizwana


songumnini ngegam a elikubakaki songumnini ngaleli gama elikubakaki
emshweni abanikezwe yona eshweni

UKUHLANGANISA IZINHLOBO ZABAFUNDI


● Abafundi bazohlangana befunde
● Uthisha ucela abafundi ukuthi
njengoba uthishaecelile
bahlangane ndawonye befunde
isiqeshana ukuhlola ukufunda kwabo

UKUZIHLOLA KUKATHISHA

● Uthisha uzonikeza abafundi umsebenzi ● Abafundi bazobhala umsebenzi


wasekhaya (isabizwana songumnini) wasekhaya ezincwadini zabo

Ukusayina kukaThisha __________________________ HOD __________________________

UBUMBANO PRIMARY SCHOOL


ISIZULU TWO WEEKS CYCLE LESSON PLAN TERM 1

IBANGA: 4 ILEVELI: HL INGQIKITHI: INTUTHUKO

USUKU : 15- 20 KUNDASA 2022 IVIKI : 9&10

IKHONO : UKULALELA NOKUKHULUMA UBUDE BESIKHATHI: 2 AMAHORA

OKUZOSETSHENZISWA: INCWADI YOMFUNDI (MASIHAMBISANE), AMAPHEPHANDABA

UHLOBO LOMBHALO: ISIKHANGISI

IMISEBENZI KUFAKWE IZINDLELA NAMASU

UMSEBENZI KATHISHA UMSEBENZI WABAFUNDI

NGAPHAMBI
● Uthisha Ubuza abafundi imibuzo
● Abafundi bazophendula imibuzo ebuzwa
⮚ Yini isikhangisi? uthisha ngomlomo

● Uzocela abafundi babuke isihloko


sesikhangisi basifunde futhi
● Bazofunda kisihloko esisezincwadini
zabo

NGESIKHATHI
● Uthisha uzocela abafundi babuke izincwadi ● Abafundi bazothatha izincwadi zabo
zabo lapho ezobafundela khana bavule ikhasi belalele uthisha uma
esebefundela
● Uzobacela ukuthi bemlalele ngenhloso
yokubabonisa ukuthi kufundwa kanjani ● Bazolalela uthisha ngenhloso
kanye namasu okufunda yokumulalela ukuthi kufundwa kanjani
● Uzobanikeza ithuba lokuthi bazifundele ● Abafundi bazothola ithuba lokuthi
bona ngokwabo futhi bazifundele bona ngokwabo
ukuthuthukisa ikhona lokufunda

NGEMUVA
● Uthisha uzochazela abafundi ngombhalo
● Abafundi bazolalela
ebekade bewufunda
● Usezocela ukuthi baphendule imibizo
ngombhalo ebekade bewufunda futhi
● Abafundi bazophendula imibuzo emva
bazophendula ngomlomo ukuhlola ikhono
labo lokulalela kokuthi beqede ukufunda umbhalo

UKUHLOLA

● Uthisha uhlola ikhono lokufunda


nokulalela kubafundi

UKUHLANGANISA IZINHLOBO ZABAFUNDI

● Uthisha uzocela abafundi ukuthi ● Abafundi bazohlala ngamaqembu benze


bahlangane ngamaqembu umsebenzi bazopheka ukudla
kwekhethelo labo
● Bazobe sebeqala benza umsebenzi wabo
ngamaqembu ngenhloso yokuthi bekwazi
ukusebenza ndawonye

UKUZIHLOLA KUKATHISHA

● Uthisha uzomakela abafundi umsebenzi ● Abafundi bazomaka umsebenzi benze


abanikeze wona bese benze ukulungisa ukulungisa

Ikhono: UKUFUNDA NOKUBUKELA ubude besikhathi: 3 AMAHORA

UMSEBENZI KATHISHA UMSEBENZI WOMFUNDI

NGAPHAMBI
● Buka isithombe kanye nesihloko bese
● Uthisha uzocela abafundi bebukele uyaqagela ukuthi indaba ikhuluma ngani
isithombe bese beyaqagela ukuthi
sikhuluma ngani.
● Uthisha uzocela abafundi ukuthi bafunde
indaba esihloko esithi ‘’Umfundi Ogile
● Abafundi bazofunda indaba, bazofunda
Izimanga’’
ngenhloso yokuthuthukisa ikhono
lokufunda

NGESIKHATHI
● Uthisha uzofunda naye ngokwakhe
● Bazolalela uthisha ngenhloso yekhono
uzocela abafundi ukuthi bemlalela
lokulalela bazophendula imibuzo
uzofunda aphinde abe achaze aphinde
abahlangana nayo ngesikhathi belalele
abuze imibuzo

NGEMUVA
● Uzobe esebacela ukuthi baphendule
● Bazokwenza umsebenzi emva kokufunda
imibuzo emva kokuba beqedile
bazophendula imibizo engezansi
ukuzifundela bona nokulalela uthisha
kwendaba ebekade beyifunda

UKUHLOLA
● Uthisha uhlola ikhono lokufunda
nokulalela kubafundi

UKUHLANGANISA IZINHLOBO ZABAFUNDI

● Uthisha uzohlanganisa abafundi ● Abafundi abasheshayo bazothola


ngokwamazinga abo uzobe esesiza labo umsebenzi omningi bese kuthi labo
abenza kancane ebetotobisa kuthi labo abenza kancane bazothola ithuba
abashehsayo abanikeze umsebenzi lokulekelelwa uthisha lapho bengaboni
omunye abazowenza ongasafani kahle khona
nowalabo abathatha kancane

UKUZIHLOLA KUKATHISHA

● Uthisha uzonikeza abafundi umsebenzi ● Abafundi bazothola umsebenzi


abazowenza uzobe esebacela ukuthi abazowenza umfundi ngamunye
bewubhale uzozenzela yena abuze uma engaboni
● Uma sebeqedile uzobe esecela ukuthi ● Abafundi bazomaka umsebenzi
bewumake ndawonye ukuze lapho ndawonye nothisha ukuze bezobna
abehluleke khona ebalekelele lapho bengenanga kahle khona
● Uzowumaka umsebenzi abenzise ● Bazothola ithuba lokuthibazimakele
nokulungisa ngepeni lomsizi
● Uzobanikeza ithuba lokwenza ukulungisa ● Bazokwenza ukulungisa

● Bazothola umsebenzi wasekhaya ● Babhala umsebenzi wasekhaya

Ikhono: UKUBHALA NOKWETHULA ubude besikhathi: 4 AMAHORA

UMSEBENZI KATHISHA UMSEBENZI WABAFUNDI

UKUHLELA

● Uzocela abafundi besebenze ● Abafundi bazosebenza ngababili


ngamaqembu abo babheke isihloko njengoba kushiwo bazobheka ukuthi
sendaba esesifundweni sesibili leyo athikili ibhalwe ngubani?
● Bazoxoxa ngokubhaleka kwemigqa
besho umehluko abawubonayo
● Bazobheka amagama abangawajwayele
bafune incazelo yawo esichazamazwini

UKUBHALA UMUZAMO WOKUQALA

● Uzocela besebenzise ulwazi abaluthlile ● Abafundi bazobhala indaba ngesihloko


ukubhala indaba esithi ‘’NGIZOKWENZNI NGEMALI
ENGIYIPHIWE EKHAYA”

UKUFUNDA NGOKUQAPHELISISA UKUZE


KUCACE
● Abafundi ngabanye ngabanye bazothola
● Uthisha uzocela abafundi beya ithuba lokuthi behambe beyozifundela
ngaphambili ngamunye ngamunye umbhalo wabo ngaphambili
ukuyofunda umbhalo wakhe ukuze ukuthuthukisa ikhono lokufunda.
ezobalungisa lapho kufanele khona
● Uthisha uzolungisa amaphutha
ahlangane nawo ● Abafundi bazophinda bebhale umzamo
wokugcina usulungisiwe namaphutha
akhonjwe uthisha bazobhala kahle
ngobunono

UKULUNGISA AMAPHUTHA NOKWETHULA

● Uzocela abafundi ukuba beze ● Bazoqala phansi bebhale uma


ngaphambili ukuzokwethula umbhalo sekulungisiwe amaphutha balungiselele
wabo ngamunye ngamunye ukwethula umbhalo wobo usulungisiwe
amaphutha.

UKUHLANGANISA IZINHLOBO ZABAFUNDI

● Uthisha uzohlanganisa abafundi ● Abafundi bazosebenzisana ndawonye


ngokwehlukana kwabo abasheshayo nothisha nabanye abafundi.
nabathatha kancane ukuthi bethule
umyalelo ndawonye
IKHONO:IZAKHIWO NEZIMISO ZOLIMI UBUDE BESIKHATHI: 1 IHORA

UMSEBENZI KATHISHA UMSEBENZI WOMFUNDI

NGAPHAMBI

● Izigaba zamabizo ● Bazobhala ithebula lezigaba zamabizo


ezincwadini zabo zokubhalela
● Ubuningi beziqala zamabizo

● Uzocela abafundi bebhala ithebula


lezigaba zamabizo

NGESIKHATHI

● Uzobachazela ngezinhlobo zemisho ● Bazolalela uthisha bazofunda ngezinhlobo


zemisho bazobhala amaphuzu abalulekile
⮚ Umusho oqondile
ngesikhathi uthisha ebachazela
⮚ Umusho ombaxa

⮚ Umusho omagatshagatsha

NGEMUVA

● Uzobachazelo ukuthi kuyini isiqalo? ● Abafundi bazokwazi ukuthi kuyini isiqalo


kanye nesiqu
● Kuyni isiqu?
● Bazobona izibonelo zikathisha nab obese
● Uzobenzela izibonelo
bezenzela ezabo besusela kwezikathisha
● Uzocela nabo bezenzele ezabo izibonelo
ukuhlola ukuthi bayaqonda yini

UKUHLOLA

● Bazobhala umsebenzi lapha behlolwa ● Abafundi bazobhala amagama


khona ukuthi ngabe bayahambisana yini aphikisayo bakhiphe iziqalo kanye neziqu
nothisha
● Bazobhala umsebenzi wamagama
aphikisayo
● Bazokhipha iziqu futhi kuwo kanye
neziqalo

UKUHLANGANISA IZINHLOBO ZABAFUNDI


● Abafundi bazohlangana befunde
● Uthisha ucela abafundi ukuthi
njengoba uthisha ecelile
bahlangane ndawonye befunde
isiqeshana ukuhlola ukufunda kwabo

UKUZIHLOLA KUKATHISHA

● Uthisha uzonikeza abafundi umsebenzi ● Abafundi bazobhala umsebenzi


wasekhaya (izinhlobo zemisho) wasekhaya ezincwadini zabo

Ukusayina kukaThisha __________________________ HOD __________________________

You might also like