Professional Documents
Culture Documents
2023
3. UKUHLANGANISA NEZINYE IZIFUNDO: (Kungabe lesi sifundo sihlangana kanjani nezinye izifundo ukuze kube
nokufundisa okuhambisana nezinye izifundo?)
(Yenza uhlu olufanelekile ngemfanelo, kodwa okungenani qaphelisisa eyodwa noma ezimbili esifundweni ngasinye)
Isitatimende Sohlelo Lwezifundo ZikaZwelonke (i-National Curriculum Statement (i-NCS)) ihlose ukukhiqiza abafundi abakwazi
ukwenza lokhu (khetha ngaphakathi ku-CAPS (2011), ikhasi le-4/5, isigaba-1.3 (d)):
4.1.1.
4.1.2.
4.1.3.
4.2. IZINHLOSO EZICACISIWE: 4.2 I(AMA)KHONO
E(A)LIHLANGANISIWE:
(Yenza uhlu lwazo zonke izinhloso ofisa ukufinyelela kuzo ngokufundisa lesi
sifundo, ukusuka ku-CAPS, kutholakala emakhasini- 8–10): (Uma ngabe isifundo sakho KUWULIMI, bonisa
ukuthi yimaphi lawa MAKHONO ozobhekana
4.2.1. nawo ngqo kulesi sifundo, okusho ukuthi
ukufunda, ukubhala, ukulalela kanye/noma
4.2.2. ukukhuluma avela ku-CAPS):
Ukufunda Ukulalela
Ukubhala Ukukhuluma
4.3. IZIHLOKO:
Namathisela ikhophi yekhasi lezihloko ezifanele ozobhekana nazo kulesi sifundo, ngokuvela ngqo ngaphakathi kwe-CAPS.
Qinisekisa ukuthi ubonisa isihloko salesi sifundo ngokusigqamisa ngokombala, usebenzisa umbala ohlukile, njll.
(Namathisela noma uxhume ikhophi efanele yolwazi namakhono afanele ozobhekana nawo kulesi sifundo ngokuvela ngqo
ngaphakathi kwe-CAPS:
4.4.1. EKUQALENI (kwalesi sifundo abafundi kumele babe sebazi… futhi bekwazi ukwenza loku…
(yisho ulwazi oseluvele lukhona, amakhono kanye nobugugu)
QAPHELA: Umfundi ongakwazi ukubhala isigaba esinomqondo, kodwa ebe ekwazi ukuxazulula yinoma
yiluphi uhlobo lwephazili; noma umfundi oqhubeka nokushaya ipensela lakhe ngokunesigqi ngenkathi
efunda ngoba loku “kuyamsiza ukuthi acabange”! Umfundi onobuhlakani bomculo kumele enze iculo
ukusiza ukufunda ithebhuli lama-Periodic Elements.
6. UBUFAKAZI BOKUFUNDISA
Amaribhriki Nguthisha
Izivivinyo Usomaciko/Ngosomaciko
Ijenali Ngumzali
Ezinye (cacisa):
UKUHLOLA OKUHLELEKILE
UKUHLOLA OKUNGAHLELEKILE
AMATHULUZI OKUHLOLA
Amanye (cacisa):
Sekela ukukhetha kwakho:
Omunye (cacisa):
OKUQUKETHWE
Nikeza incazelo emfushane maqondana nokuqukethwe. Bonisa ubufakazi bokuqukethwe noma ulwazi oluvela ezincwadini noma
amanothi alungiselelwe anohlu lwemithombo yolwazi. Xhuma imithombo bese ubonisa nezinamba zamakhasi ezincwadi. Uma ngabe
uhlu lwemithombo seluvele luhlinzekiwe kukufanekisa kwe-LTSM, bonisa kanjalo. Okokuxhumana okuphrintiwe kanye namaphepha
azonikezwa abafundi kungahlelwa ngokufanele ngaphakathi kwefayili yesifundo. Ukwakha uheho lokulalela,
9. UKUHLOLA
(Qaphela: Setha umsebenzi wasekilasini ukuhlola izinjongo ezicacisiwe noma imiphumela edingidiwe esifundweni. Inani liye
labandakanywa ngaphakathi kwemisebenzi – imisebenzi yomfundi eyedwa kanye neyeqembu. Abafundi banganikezwa Umsebenzi
Wasekhaya ukuze babukeze baphinde bafunde, Iphrojekthi Yocwaningo noma I-Asayinimenti emaqondana nengqikithi yokuxazulula
inkinga yempilo yangempela inganikezwa ekuqaleni ukuze abafundi bayenze kancane njengeyokufunda amakhonsepthi olwazi
olungumnyombo).
(Ukusetshenziswa kwe-Bloom’s Taxonomy kuhola othisha ukuthi benze imibuzo ezokuhlola ngokwanele amazinga abafundi omqondo
nemizwa, afana nokuqondisisa, ukusebenza kwamakhonsepthi kanye namakhono okucabanga ahlaziya ngokusezingeni eliphezulu).
(isib. Ukugqugquzela kunokuphoqelela ukuphatha; isimo sokwethembana; isibophezelo emsebenzini weqembu; njll.)
Kubandakanya: izimo ezisetshenziswayo zokulungisa izigwegwe
11. UKUNOTHISWA KOMFUNDI
(Yiziphi izimo ezilungiselelwe ezizosetshenziswa uma ngabe umfundi anezidingo zokufunda ezikhethekile?)
Kubandakanya: ukwehlukahlukana kohlelo lwezifundo
(Yisho wonke ama-LTSM owasebenzise esifundweni bese ureferensa YONKE imithombo yakho ngaphansi koHlu lwezincwadi
Ezifundiwe. Qaphela kakhulu ukwehlukahlukana, ukufaneleka, ukuba nempumelelo kanye nokufaneleka kwe-LTSM oyikhethela
isifundo).
13.1
13.2
13.3
(QAPHELA: Sicela ukuthi uqaphele ukuthi lesi sigaba singagcwaliswa kuphela NGEMUVA kokuthi isifundo sokuhlolisiswa
sesethuliwe kanye/noma NGEMUVA kwezingxoxo zokubuyisana nomhloli)
Sebenzisa imibuzo yokubuyisa elandelayo njengomhlahlandlela woku …
A. Bhala i-eseyi elandisayo ebuyisa imiqondo mayelana nesifundo sakho. NOMA-u-B. Phendula yonke imibuzo ngemisho
ephelele.
Imibuzo Yokubuyisa:
1. Yini engakunaka kakhulu ngenkathi ngihlela okwenza ukuthi isifundo sami sibe yimpumelelo?
3. Kungabe isingeniso sami siye saheha ukunaka kwabafundi futhi saxhumanisa ulwazi olusha nezimpilo zabo zansuku zonke?
4. Kungabe isingeniso sami siye saqhubeka njengoba ngangilindele; yini okungabe ngakwenza ngokwehlukile?
6. Yibuphi ubunzima engiye ngabhekana nabo ngesikhathi isifundo sami siqhubeka; yini okungabe ngakwenza ngokwehlukile?
7. Ngikwazi ukuthola kanjani ukuthi abafundi bakwazile ukufinyelela imiphumela yesifundo, kwaze kwaba kukuliphi izinga?