Professional Documents
Culture Documents
ASSIGNMENT 21
MODULE: AFL2603
1
DECLARATION FORM
Declare that……………………………………………………………………..
4. I did not allow and will not allow anyone to copy my work with the
intention of submitting it as their own.
2
UMBUZO 1
3
kuhle neze, ngoba ngenkathi umuntu engakhala ngobubi omenze
kona lokho kukulandela izinkinga/imikhokha. Wayenephupho
lokuba umnyeni wakhe uzophatha ebandleni, baphile impilo
emnandi, kodwa lokho kwaba yiphupho nje elingazange lafezeka,
ngoba empilweni awukwazi ukwakha injabulo yakhe
ngezinyembezi zomunye umuntu.
4
UMBUZO 2
INZIMA LENDLELA
5
Mbhele – isikhulu sezenhlalakahle
Mrs Dupreez – imantshi yenkatolo yabantwana.
Sandra – intombazane esebenza ehhotela laseNairoba.
Mfundisi – insizwa endala, ephethe ibandla lapho kusonta khona
abakwaGasa.
Umfundisikazi – unkosikazi kamfundisi ohloniphekile.
Mshumayeli – isiyothongwana sendoda esidume ngokushaya umhlalo
esontweni.
Weta – insizwa esebenza ehhotela laseMgungundlovu.
Thisha – uthishela ofundisa uAyanda esikoleni.
Gubese – insizwa ewuhlaka lwenyanga uNhliziyombi.
Lo mdlalo kungenzeka kube umdlalo obhalwe phansi, ofundekayo
(osencwadini) kodwa ubuye ube umdlalo oqhoshiwe osakazwa
nasemsakazweni, lapho singeke sibone abalingiswa njengakumabonakude
kodwa sizwe ngezindlebe ukuthi ngabe umlingiswa othize uthini, nokuthi
uphatheke kanjani. Izindlebe yizona esizwa ngazo ukuthi kwenzakalani
emdlalweni.
Amaphimbo abalingiswa abakhuluma ngawo awafana, lokhu kusiza ekutheni
sikwazi ukuhlukanisa abalingiswa ngamaphimbo abo. Isbonelo - uMqapheli
ephendulana noMagqubu.
Magqubu : ngingakakhohlwa- ke nje ndodana, uyazi kukhona ibhokisi
elilaphaya ekhaya elashiywa nguyihlo.
Mqapheli : (ethukile) ibhokisi?
Magqubu : yibhokisana nje ndodana. Uyihlo wangiyela ukuba ngikunike lona
mhla edlula kulo mhlaba.
Kumdlalo kuba khona isizinda lapho sithola khona ukuthi kungaba indaba
iyenzeka kuphi. Isizinda sihlukane kathathu lapho sithola khona indawo, inkathi
kanye nesimo senhlalo. Uma sikhuluma ngendawo sisuke sibheka ukuthi ngabe
indaba yenzeka kuphi, ngabe isemakhaya noma edolobheni. Kulo mdlalo
lendaba yenzeka endaweni yasedolobheni eMgungundlovu, ibuye ithuthe
indaba iye endaweni yasemakhaya kwaMhlaba uyalingana lapho kuhlala khona
6
inyanga eyathwalisa uQhilika. Inkathi sisuke sibheka ukuthi ngabe indaba
yenzeka kweyiphi inkathi, eyamanje noma eyakudala, nokuthi yini ekhomba
leyo nkathi. Le ndaba yenzeka enkathini yamanje, lokhu sikubona ngokuthi
abantu abamnyana sebenamabhizinisi amaningi, izimoto zikanokusho futhi
bahlala nasemadolobheni. Isimo senhlalo sibheka ukuthi ngabe abalingiswa
baphilisana kanjani. Kuba khona ukungqubuzana phakathi kwaMqapheli
noNhliziyombi, lapho ephoqelela uMqapheli ukuba anikele ngengane yakhe
enguzinyobulala ukuze ibe ngumhlatshelo. Lokho kukhomba ngokusobala
ukuthi abalingiswa abahlalisene kahle.
Kulo mdlalo siyakwazi ukuthola umoya womdlalo ngokuba ngaphambi ngokuba
umlingiswa othize akhulume, umxoxi uqale asithulele ukuthi ngabe
sekwenzakalani manje, lokhu sikubona ngamagama akubobakaki. Isbonelo
sisithola ekuqaleni kwendaba lapho umxoxi esetshela ukuthi ‘’kusemngcwabeni
kaQhilika Gasa’’. Lokhu ngokungananazi sesiyazi ukuthi indaba yenzeka kuphi.
7
UMBUZO 3
8
• Elandayo – inkondlo exoxa indaba. Iba nomlingiswa oqavile
okukhulunywa ngaye.
• I-eleji – ikhuluma ngokufa, lapho imbongi ilila khona
ngokulahlekelwa umuntu emthandayo.
• Isonethi – le nkondlo yimfishane, inemigqa ewu-14. Yona ilandela
izidingo ezithile ezimaqondana nesakhiwo sayo.
• Ilirikhi – inkondlo equkethe imizwa nemicabango yombhali wayo.
9
UMBUZO 4
10
• Umlolozelo: umculo othize osetshenziswa uma ufuna
ukuthulisa umntwana okhalayo. Ngokuvamisile iculwa
womama, umlolozelo ubamba iqhaza elikhulu ekukhiliseni
abantwana, ngokuthi ingane iyakwazi ukuhlukanisa iphimbo
likanina nelomunye umuntu. Umlolozelo uculwa ngezwi
eliphansi, elizothile, elifudumele. Isentshenziswa ukufundisa
izingane kabanzi ngomculo.
• Izilandelo: ishukumisa ingqondo yomntwana ukuze akwazi
ukucabanga ngokuhlelekile. Zenzelwe izingane ezekhulile,
ekwizingane esezikwazi ukuzikhulumela.
• Izangelo: amaculo omdlalo, aculwa umama kanye
nabantwana bakhe.
11
BIBLIOGRAPHY
12